Lucky Ka Bhekinkosi Zwezwe

Lucky Ka Bhekinkosi Zwezwe

WE engage in relationships, educational, technological, socio-econo-political issues, and solutions.

28/12/2023

Iphupho lethu lenkululeko kwabe kuwukuthi sonke siphile ezindaweni ezithuthukisiwe, ezigodini zasemakhaya kube nemigaqo esanyendiwe njengase silungwini, kube nama streetlights nama bridge. Ama access roads abe itiyela, kube clean nathi sibe bahle.

I-AI isinika ithuba lokubonisa le vision noma singayiphili.

Sibonisa esikucabangayo through AI.

NB:The image is AI generated.

Photos from Lucky Ka Bhekinkosi Zwezwe's post 12/12/2023

Amadodana aletha uxolo phakathi kwekhaya ayikho konke. Njengoba nibuyela amaholidi kubalulekile ukulethela abazali benu kanye nomphakathi i peace, injabulo nokuziqhenya ngani. Ungakwenzi ukufika kwakho kini nase ndaweni ubuya emazweni kube ichilo nesiqalekiso abazali nakubantu bendawo bafise noma uyohamba nini. Create peace phakathi kwekhaya, be a leader of peace phakathi kwekhaya. Fundisa bonke abakopela kuwe (your followers) peace nenhlonipho. iba uphawu loxolo ngakini nakini.

I'm your new AI artist...................ngincomeni bakithi.

Photos from Lucky Ka Bhekinkosi Zwezwe's post 12/12/2023

Its christmas time. Abathengelwe lokho okuncane esiku affordayo.

I'm your new AI artist.........ngincomeni bakithi.

11/09/2023

Online course development and teaching is one way you can use to have some income temporarily or you can be an online course developer and teacher fulltime. To be an online course developer and teacher you need passion, knowledge and expertise on what you want to develop and teach.

On top of passion, knowledge and expertise, you need to know what people are searching for online, what typ of course they are looking for, what type of skills, knowledge, values and attitudes they seek to achieve from thos courses?

I have made few clicks rsearching what is it that people are looking for online and the results are as follows:

Here are some of the most popular online course topics that people search for:

*Business and entrepreneurship: This includes courses on topics such as starting a business, marketing, sales, and personal finance.
*Technology: This includes courses on topics such as coding, web development, graphic design, and social media marketing.
*Personal development: This includes courses on topics such as productivity, time management, stress management, and goal setting.
*Health and wellness: This includes courses on topics such as nutrition, fitness, yoga, and meditation.
*Creative arts: This includes courses on topics such as painting, drawing, photography, and music.
*Language learning: This includes courses on topics such as English, Spanish, French, and Chinese.
*Skills for specific industries: This includes courses on topics such as law, medicine, finance, and engineering.

These are just a few of the many popular online course topics. When choosing a topic for your own course, it's important to consider your own expertise, passion, and the needs of your target audience. You can also use online tools such as Google Trends to see what topics are currently trending.

Here are some tips for coming up with a profitable online course idea:

*Teach what you know and love. If you're passionate about a topic, you're more likely to create a high-quality course that people will enjoy.
*Find a gap in the market. What topics are people searching for that aren't already being taught in online courses?
*Make sure your course is well-organized and easy to follow. People are more likely to stick with a course if it's well-structured and easy to understand.
*Promote your course effectively. Once you've created your course, you need to let people know about it. Use social media, email marketing, and other channels to promote your course.

Creating an online course can be a great way to share your knowledge and expertise with others. By following these tips, you can create a profitable and successful online course.

17/08/2023

Usuku lokugcina lwalonyaka kobe ku 123123

Cabanga, one two three, one two three (123123).

17/08/2023

Ngicela usibalele izinsuku osowuziphilile SINCE wazalwa (ungasitsheli iminyaka please).

Bese uma sowusitshele izinsuku ngicela usibalele ama hour osuwaphilile emhlabeni SINCE wazalwa.

Uma uphendula please cacisa ukuthi impendulo yakho izinsuku or ama hour yini.

29/07/2023

Uyamangala why ubuhle bakho bungakuniki umuntu ozokuthanda azi commithe kuwe?

Mhlampeni umuhle kodwa unomqondo obolile.
Mhlampeni umuhle kodwa awuthembekile.
Mhlampeni umuhle kodwa lapho kunawe khona i peace of mind ayikho.
Mhlampeni umuhle kodwa ububele awunabo.
Mhlampeni umuhle kodwa uyancishana, uyacekisi ubukelana phansi plus uyisicwicwicwi.

Mhlampeni umuhle kodwa awunazo lezinto ezingu-zibuthe kwabaningi.

Abantu odibana nabo banemali, bafundile, bayasebenza bashoda ngabantu abanelezi zinto ezingenhla.

Bayafika kuwe bedonswa ubuhle bakho nobukhazi khazi oyibo kodwa uma sebefikile bangazifici lezinto ezingenhla, bese usala kanjalo.

29/07/2023

Before uthi uyathakathwa. Hamba uthenge data ubuke le video.

https://fb.watch/m537GIoJDf/

Photos from Lucky Ka Bhekinkosi Zwezwe's post 12/05/2023

Me and my wife (u Maka Siviwe) at the ceremony.

I don't believe i UJ yavele yangithi jize ngelika Master (Med ICT in Education) 🙏

Anginawo amaningi. Thank you God.

23/04/2023

Namuhla wena ophukelwe inhliziyo woza:

Okubi kwehlile kuwe. Mhlampeni kuyimanje usebubini. Usukhalile noma usakhala. Ithemba kuwe kalikho ulilahlile, usucabanga nokuzilahla wena uzidele. Usuzibona okomuntu o useless oyisahluleki. Ngoba ke inhliziyo iyinhliziyo usuqalile usola gogo noma mkhulu thizeni naye okhungethwe ezakhe uthi uyakuloya.

Ngane kababa lalela lapha👇

UThixo wakhe wena. Impilo yakho uyiphe wena. Ukuphe amandla wena ongawaboni wokuthi wena siqu sakho ukwazi ukuyisebenzela impilo yakho. Umzimba wakho uwakhe ngendlela yokuthi ukuthwale njalo ukuyise lapho uzothola khona izinto ezizoyishintsha impilo. Umzimba wakho uwunike amathuluzi ongeke uwaphucwe muntu, ukunike izandla, amehlo, izinyawo, izindlebe, amakhala, wase ekunika umqondo.

Umqondo iphoyisa eligada lihole umzimba wakho, ngawo umqondo ukwazi ukucabanga uthathe izinqumo bese umzimba uyenza usebenzisa lamathuluzi akunike wona uThixo.

U-Thixo ukuwe. Uhamba nawe. Kukuwe ukumlalela uma ekhuluma ngaphakathi kuwe. Uyakuhola njalo esemfihlakalweni enjalo. Wena sebenzisa lamathuluzi akunike wona usebenzisa umqondo akunike wona.

Uma ungabaza umqondo wakho ungabaza amandla uThixo akunike wona. Umqondo wakho ungamandla uThixo akunike wona. Ngomqondo uThixo ukunike amandla acishe alingane nawakhe. Ingakho kungamele usebenzise umqondo wakho ukucabanga izinto ezimbi nezingeke zakhe umzimba wakho nempilo yakho ngoba lokho kuyokudicilela phansi naphakade. Ungavumi umqondo wakho ube inkundla yokuplana izinto ezimbi ngoba uThixo isona sikhali akuphe sona ukuba wena ngaso wakhe noma ubhidlize impilo yakho neyabanye.

Khala uqede.

Mase uqedile cabanga ujule bese wenza. Umethembe njalo emicabangweni yakho emihle, uzethembe njalo uma sowucabangile ukuze ukwazi ukusukuma wenze. Bonke ubuhle bakho bempilo yakho uThixo ububeke emqondweni wakho, umzimba wakho uwakhele ukuba usukume wenze lobuhle uThixo abubeke emqondweni wakho nakudalele khona.

Amen.

23/04/2023

Wozani ekuseni:

Kunobaba. Kuthiwa wabe enakho konke. Kuthiwa wayeguqa athandaze u Thixo ngezinsukwana nje aminike lokho abekade ekucela.

Lobaba wathatha isinqumo sokuba acele izinto bonke abantu abazifunayo abangazitholi.

Umuzi wakhe wabe sowuyigolide ukusuka esangweni. Izinto zonke wena furniture ngisho nezipuni zabe ziyigolide.

Ngelinye ilanga wathandaza "Baba usungiphe konke ngiyabonga. Ngicela ungivakashele kulomuzi wami ongiphe wona." Waphendula uThixo "Kulungile. Ngiyofika kwakho ngolwesihlanu ngo 4 ntambama."

Yathokoza indoda. Zasebenza ubusuku nemini izisebenzi zayo zihlanza yonke into namagceke nendlela ezongena kumuzi walendoda. Ngolwesine ekuseni kwavukwa kwalungiswa kwaphekwa kwedekwa itafula ngezitsha zegolide baqeda bahlala balinda.

Washaya u 4 ntambama. Kwafika indoda eyabe ihlala emgaqweni eyayeka ukugeza nokuvasa 40 years ago enuka iza laphaya. Lobaba wathumela i security yakhe ukuba ayithathe le ndoda iyoyilahla le kude bayidlisa nangezinja.

Ngemuva kwalokho bahlala balinda bedumisa lutho u Thixo ukufika kwaze kwasa ngolwesihlanu. Yaqala indoda yathandaza "Baba ngikulindile wangafika." Waphendula uThixo "Ngifikile wangidlisa ngezinja wathi i security ayiyongilahla."

Lesson:

Musa ukubukela phansi abantu uma wena u right. Musa ukuzikhukhumeza. U-Thixo ungulona oseduze kwakho ungumfanekiso womuntu. UThixo akekho kude nawe uphila kuwe ngaphakathi kuwe, uphila eduze kwakho mihla yonke, kulowo wena ombukela phansi, uku testa ngaye efuna ukubona ukholo lwakho. UThixo uyakuyeka nempakamo yakho wena uphile kahle iminyaka nyaka abuye azokushaya ngabantwana bakho noma abazukulu bakho abenze imvithi bephila. Ushabalale umuzi wakho wempakamo nekratshi. Ukubonile kwenzeka nakuwe uyokwenza uThixo.

Mcele njalo akwenze umuntu. Akwenze ungalibali ukuthi nalo oseduze kwakho umuntu yize engeyilutho engena lutho kodwa ungumuntu.

Amen.

22/04/2023

I-education. It's meant ukuthi isize ukuxazulula izinkinga zomphakathi ukuze wona ukubhatale for wena to make a living.

Leyo education onayo. If after wena uyitholile awuboni nkinga yomphakathi wena ongayixazulula usebenzisa yona le mfundo onayo, kusho awuzange u understande ukuthi wawufundiselwa ini.

Ayikho imfundo e useless kodwa kuyenzeka lowo oyinikiwe angazi ukuthi imfundo yakhe uzoyisebenzisa kanjani kuphi nini ngobani.

Sinye isizathu osiyela esikoleni, leso sizathu ukuthi wena nge mfundo yakho ubuye uze emphakathini uzowusiza ukuxazulula izinkinga umphakathi obhekene nazo bese wona uyakubhadala ukuze wena ukwazi ukuphila.

If manje usuqedile ukufunda. Buka ke emphakathini okuwo ukuthi lemfundo yakho ingasiza ngasiphi isixazululo. Noma ikanjani uma uzoxazulula inkinga ngemfundo yakhe ulethele umphakathi isixazululo umphakathi uzokubhatala without any complaints.

22/04/2023

I don't write for fun, I TEACH. I don't say things for the sake of saying them, all I say is a LESSON. I don't dwell in the PAST but I teach the NOW and give you the window to the FUTURE.

If you don't read my posts because ukhala ngokuthi made UYAZIPHUTHISELA, and you're ACTUALLY losing VULUABLE LESSONS.

I Teach about:

👉 RELATIONSHIPS or give Relationship advices. I say REAL things so many people are scared to say.
👉 ARTIFICIAL INTELLIGENCE (AI) and I will guide you on AI TOOLS.
👉 TECHNOLOGY news.
👉 EDUCATIONAL TECHNOLOGIES.
👉 POLITICS.
👉 OUR SOCIO-ECONOMIC ISSUES.
👉 ONLINE BUSINESS (e-COMMERCE) and SOCIAL MEDIA MARKETING advices.
👉 PERSONAL DEVELOPMENT AND COACHING.
I do research most on what I write about.

Atul Kumar on LinkedIn: 🔸TOP 27 COMMON JOB INTERVIEW QUESTIONS 🔸 | 422 comments 22/04/2023

Guys. Ama interviews enziwa ngesiNgisi. So, ngizokunika a hint ngaso isiNgisi.

Umbuzo:

Could you briefly introduce yourself?

Ochwepheshe bathi ungaphendula ufake lokhu okulandelayo:

Walk them through your background to respond, beginning with how you got started in your profession or your present field of employment.

Walk them through your most significant achievements and career advancements before concluding by outlining your future career goals and the reasons you're looking for a job (Kumar, 2023).

Bakunika isibonelo sempendulo, phecelezi an example elandelayo:

After earning my Management Assistant Certificate in 2015, I began working as a receptionist. In 2018, I earned my National N Diploma in Management Assistant. I spent a year working as a Municipal Speaker's PA, where I received an award for my exceptional performance. I want to work for a good company right now so that I may use my understanding of office procedures and good communication management skills to contribute to the company administration efficiency (Kumar, 2023).

Bathi iba short ungankanti ngaphandle uma unomlando omude ungalanda kodwa ubheke isikhathi osinikiwe sokuphendula umbuzo lowo.

References:

Kumar, A. (2023). Top 27 common job interview questions and answers, LinkedIn,

Atul Kumar on LinkedIn: 🔸TOP 27 COMMON JOB INTERVIEW QUESTIONS 🔸 | 422 comments TOP 27 COMMON JOB INTERVIEW QUESTIONS & ANSWERS. -Listen and Ask Questions ✓ During a job interview, listening is just as important as answering questions. If… | 422 comments on LinkedIn

Purchase digital downloads and a range of printed products of Lucky Zwezwe’s image - ENGQUBUSINI 002 22/04/2023

Usakhumbula izithombe zam? Zisathakala kule website 👇

Purchase digital downloads and a range of printed products of Lucky Zwezwe’s image - ENGQUBUSINI 002 Engqubusini is a waterfall in the Umzimkhulu River. The waterfall is running down near Siria Location in Umzimkhulu. Here tourists can experience a good view in this rural landscape. Umzimkhulu is an area dominantly inhabitat by AmaBhaca, in KwaZulu Natal, South Africa., digital downloads and prints...

Available now at your favorite digital store! 22/04/2023

Usakhumbula le ncwadi 👇

Available now at your favorite digital store! This Kind of Man by Lucky Zwezwe

Photos from Lucky Ka Bhekinkosi Zwezwe's post 22/04/2023

A Practical Guide To Self-Love

By Lucky Zwezwe

09/04/2023

Umzali ongayedwa okhulisa ingane:

Amathiphu angasiza kunoma yimuphi umzali oyedwa okhulisa ingane:

1. Yakha inethiwekhi ezokusekela eqinile: Ukuba umzali ongayedwana kunzima, futhi kubalulekile ukuba nabantu eduze abangakunikeza ukusekeleka ngokomzwelo (emotional support) nokungokoqobo. Xhumana nabangane namalungu omndeni angakusiza uma uludinga. Cabanga ukujoyina iqembu lokusekela abazali abangabodwa ukuze uxhumane nabanye abasesimeni esifanayo.

2. Yiba nesimiso esingashintshi (a routine/consistency): Izingane zikhula kahle uma zinesimiso (uhlelo olungashintshi, consistency), futhi ukuba consistent (ukuba nesimiso esingashintshi) kungasiza ingane yakho izizwe ilondekile futhi ihlelekile. Misa umthetho, futhi unamathele kuwo ungagungqi. Zinike isikhathi nengane yakho, njengokufunda, ukudlala imidlalo, noma ukuhamba ngezinyawo.

3. Yiba yisibonelo esihle: Izingane zifunda ngesibonelo (good role modelling), ngakho-ke kubalulekile ukulingisa ukuziphatha okuhle nezimo zengqondo ezakhayo. Phatha abanye ngomusa nangenhlonipho, futhi ubonise ingane yakho indlela yokuxhumana ngokuphumelelayo nokuxazulula izinkinga ngendlela enempilo.

4. Khuthaza ukuzimela: Njengoba ingane yakho ikhula, kubalulekile ukuyinika amathuba okuthwala imithwalo efanele ikwazi ukuzithwalela okumele kuthwalwe iyo futhi ithuthukise umuzwa wayo wokuzimela. Mvumele enze izinqumo ezithile, ezinjengokuzikhethela izingubo zakhe noma ukunquma ukuthi yiziphi izinto azohlanganyela kuzo, kodwa afunde ukwamukela uma wena unga affordi lokho azikhethele kona.

5. Ingane ayihlale endaweni ezinzile nephephile: Izingane zidinga ukuzizwa ziphephile futhi zivikelekile endaweni ezihlala kuyo. Ekwehlisa ingane uyenyusa ishintsha-shintsha izindawo zokuhlala akulungile, ngaphandle uma kuphela ingaphephile or ingahleli kahle. Qiniseka ukuthi ikhaya lakho liyindawo ephephile yengane yakho, futhi unikeze isiyalo esingaguquki nemingcele.

09/04/2023

Ukudedela Isithandwa Esikulahlekele:

1. Zivumele ukuba udabuke: Ukulahlekelwa isithandwa kungaba buhlungu, futhi kubalulekile ukuvuma futhi uvumele ukuzwa imizwa ehambisana nokulahlekelwa. Zinike imvume yokudabukisa nokucubungula imizwa yakho.

2. Nqamula ukuthintana: Ukuze udedele isithandwa esilahlekile (esikulaxazile), kubalulekile ukunqamula ukuxhumana naye. Lokhu kungaba nzima, kodwa kuyadingeka ukuze uqhubeke nempilo. Susa inombolo yakhe, uyeke ukumlandela ezinkundleni zokuxhumana, futhi ugweme izindawo lapho ungase uhlangane naye khona.

3. Gxila kuwena: Zinike isikhathi sokugxila kuwena nasezidingweni zakho. Phishekela izinto zokuzilibazisa uthakozele ukwenza izinto ezikujabulisayo futhi waneliseke. Nakekela impilo yakho engokomzimba nengokomzwelo nomqondo.

4. Zizungeze ngabantu abazokusekela bangakujaji: Funa abantu abakusekayo abangani nomndeni abakuphakamisayo nabakukhuthazayo. Gwema abantu abangalungile noma labo abaletha izinkumbulo zesithandwa sakho esilahlekile nabazokujaja.

5. Funa usizo lochwepheshe: Uma ukuthola kunzima ukuqhubeka, cabanga ngokufuna usizo lochwepheshe or umelaphi noma umeluleki. Bangakunikeza amasu okubhekana nemizwa yakho futhi bakusize ulapheke ekulahlekelweni kwakho.

Ukulahlekelwa isithandwa sakho kungakusanganisa. Kubalulekile ukuzinakekela wamukele.

09/04/2023

Ukubhekana nokwehluleka:

Ukubhekana nokwehluleka kungaba umsebenzi oyinselelo kubantu abaningi, kodwa kubalulekile ukukhumbula ukuthi wonke umuntu uhlangabezana nezingqinamba esikhathini esithile empilweni yakhe.

N**i izindlela ezinhlanu zokubhekana nokwehluleka:

1. Yamukela ukwehluleka: Isinyathelo sokuqala sokubhekana nokwehluleka ukukwamukela. Vuma ukuthi awufinyelelanga kobuhlose ukukwenza futhi qonda ukuthi ukwehluleka kuyingxenye yempilo. Ukwamukela ukwehluleka kungakusiza ukuthi uqhubeke futhi ugxile kulokho ongakwenza ngokulandelayo.

2. Funda emaphutheni akho: Ukwehluleka kungaba yithuba lokufunda nokukhula. Thola ukuthi yini engahambanga kahle nokuthi yini obungayenza ngendlela ehlukile. Sebenzisa lolu lwazi ukuze wenze izinqumo ezingcono esikhathini esizayo.

3. Hlela izinto zakho kabusha ngemuva kokwehluleka: Kunokuba ubone ukwehluleka njengento engeyinhle, zama ukuhlela kabusha ukuthathe njengesifundo ukuhluleka kwakho. Ukwehluleka kungakusiza kukuthuthukise ukhuthazeke, uqine, ukwazi nokubekezela.

4. Funa ukwesekwa: Kubalulekile ukuba nohlelo lokusekeka lapho ubhekene nokwehluleka. Xhumana nomndeni, abangani, noma umeluleki ukuze uthole ukwesekwa ngokomzwelo ukhuthazeke.

5. Qhubeka uzame: Ungavumeli ukwehluleka kukuchaze (failure must never define you) noma kukuthene amandla ekuzameni futhi. Sebenzisa izifundo ozifundile ekuhlulekeni kwakho kwangaphambilini ukuze wenze izinqumo ezingcono futhi uqhubeke usebenza ufinyelele emigomeni yakho. Khumbula ukuthi impumelelo ngokuvamile iwumphumela wokuphikelela nokubekezela.

21/03/2023

Uma seni right. Senivumelene. Nitshelane ukuthi akekho okolota omunye. Anikolotani lutho. LUTHO awukoloti muntu LUTHO. Uzikolota wena ukuzibheka, uzithande uzinakekele.

Ngale kwalokho uyokhokha ngomphefumulo wakho, injabulo yakho, sometimes ngempilo yakho ngoba kunomuntu okwenza uzizwe sengathi uyamkolota.

Umuntu owafika yedwa emhlabeni akakoloti muntu. Izinto esizifaka kuzo sizifaka ngoba sithanda futhi siyazikhupha kuzo uma sesithanda. Ukuzithandela akuphoqwe muntu.

You have no obligation to honor anyone's demands, you don't owe them.

Nizwile?

21/03/2023

Ukuduba akufuneki. kaningi uba i-victim. Abanye benu bazimayisa ngabafana ngoba bedube ithemba lokuthola abantu ababathandayo. Athi umuntu vele abangithandi badlala ngami bonke, ngimayeni nonke. Athi umfana vele laba banje bonke, ayeke ukufuna umuntu o right angasanaki nabafika kuye be right, aluze izintombi ezi right ngenxa nje yokuduba ithemba lokuthola umuntuu o right.

Igama elithi "BONKE" hlukana nalo, liyeke, kungenjalo uzoluza sowuthole umuntu o right ngoba umfanisa nabo "BONKE" abantu abakuhlukumezayo nabakulaxazayo badlala ngawe.

Ukuduba is for the weak. Awudubi nje empilweni otherwise you will loose izinto eziningi ube i-victim kokuningi.

21/03/2023

Izigaba zempilo ngokomsebenzi nemfundo ama generations awu six ekufanele ngabe akuzo (Kodwa akwenzeki akufikeki kuzo).

2000 – 2004

Basenyuvesi benza first to third year. Abanye ba graduathile last year nge bachelor degree. Abanye bayasebenza ngo grade 12, ngenkathi abanye besebenza ngo grade 09 to 11. Abanye bayazisebenza.

1996 – 1999

Abanye bane bachelor degree abanye baqala i-honours (NQF level 8). Abanye bayasebenza ngawo ama degree ku level one. Abanye bayasebenza ngo grade 12, ngenkathi abanye besebenza ngo grade 09 to 11. Abanye bayazisebenza.

1990 – 1995

Abanye bane bachelor degree abanye baqala i-honours. Abanye benza i-master’s degree (NQF level 9). Abanye benza i-PhD (NQF level 10). Abanye ama junior and igcunswana ama senior managers (abanye bawo director) emsebenzini. Abanye bayasebenza ngawo ama degree ku level one. Abanye bayasebenza ngo grade 12, ngenkathi abanye besebenza ngo grade 09 to 11. Abanye bayazisebenza.

1980 – 1989

Abanye bane bachelor degree abanye baqala i-honours. Abanye benza i-master’s degree (NQF level 9). Abanye benza i-PhD (NQF level 10). Abanye ama junior managers emsebenzini. Abanye baku senior management emsebenzini bawo director. Abanye baku middle management emsebenzini. Abanye bayasebenza ngawo ama degree ku level one. Abanye bayasebenza ngo grade 12, ngenkathi abanye besebenza ngo grade 09 to 11. Abanye bayazisebenza.

1970 – 1979

Abanye bane bachelor degree abanye baqala i-honours. Abanye benza i-master’s degree (NQF level 9). Abanye benza i-PhD (NQF level 10) abanye bayiqeda kudala. Abanye bawo professor. Abanye ama managing directors. Abanye ama junior managers emsebenzini. Abanye baku senior management emsebenzini. Abanye baku middle management emsebenzini. Abanye bayasebenza ngawo ama degree ku level one. Abanye bayasebenza ngo grade 12, ngenkathi abanye besebenza ngo std 7 to 9. Abanye bayazisebenza.

1962 – 1969

Abanye baya ku pension baku exit level. Abanye ama CEOs. Abanye bawo director. Abanye bane bachelor degree abanye baqala i-honours. Abanye benza i-master’s degree (NQF level 9). Abanye benza i-PhD (NQF level 10) abanye bayiqeda kudala. Abanye bawo professor. Abanye ama junior managers emsebenzini. Abanye bayasebenza ngawo ama degree ku level one. Abanye bayasebenza ngo grade 12, ngenkathi abanye besebenza ngo std 7 to 9. Abanye bayazisebenza.

Umonotho ke ungalendlela oyiyo, abanye abasebenzi abanye abatholanga nethuba lokufunda ngenxa yezimo ezahlukahlukene.

Kodwa ke impilo iyaqhubeka.

21/03/2023

Uma ufuna umsebenzi une qualification.

Advice:

Vula a i account ku LinkedIn. Laphaya kunama professionals, abaqashi, ama experts emikhakheni eyahlukene, ama companies afuna ithalente, abantu abane qualification efana neyakho, abantu bale industry oyifundele njalo njalo.

Uma uvula i account laphaya akufani nalapha ku Facebook, laphaya you must use your real name, write your real qualifications, your real skills, your real work experience. Everything laphaya must be real not njengalapha okunabodokotela abayeka isikole kwa grade 2.

I- profile yakho must br professional and you must use your professional language uma uphendula or ubhala ama posts. Ngamanye amazwi laphaya kunezifundiswa ZODWA abantu abaqashayo nabasafuna umsebenzi abawufundele.

Uma une account laphaya your CV must always be ready. It must be written professionally.

Akupostwa ama jokes nensangu but people post knowledge, skills and their expertise. Awu posti into engakhekho nenzwabethi uthuke abantu laphaya. KUNE ORDER NOKUTHULA.

If you are really serious in establishing genuine connections with genuine people abangakusiza go to LinkedIn.

Laphaya there are industry experts, groups and real company pages not fake Pages njengala ku Facebook. Angithi lapha ku Facebook umuntu uvesane avule i Page or i Group yakwa SABC kodwa engasebenzi khona engazi noma yini u SABC.

Laphaya you will connect with real companies on their real company pages and real people with real qualifications and real skills.

If you want to know things and be real in your knowledge level and skills iya laphaya.

Laphaya companies and other institutions are advertising real jobs and real offers.

It's real.

It's Free futhi.

You will thank me later.

Google Professional Certificate Training Programs | Coursera 20/03/2023

U Google unama courses (Google Courses) amahle. Amanye amahala amanye ayakhokhelwa.

Enye yawo nayi, $39 for six months (R716.43 ngenyanga):👇

Google Project Management: Professional Certificate

Start your path to a career in project management. In this program, you’ll learn in-demand skills that will have you job-ready in less than six months. No degree or experience is required.

Skills you will gain

Organizational Culture

Career Development

Strategic Thinking

Change Management

Project Management

Stakeholder Management

Business Writing

Project Charter

Project Planning

Risk Management

Task Estimation

Procurement

About this Professional Certificate

Prepare for a new career in the high-growth field of project management, no experience or degree is required. Get professional training designed by Google and get on the Fastrack to a competitively paid job. There are 479,000 U.S. job openings in project management with a $73,000 median entry-level salary.

Unga Googlesha Google Courses azovela.

Google Professional Certificate Training Programs | Coursera Get professional training from Google. Gain job-ready skills in high-growth fields. Earn a career certificate. no relevant experience or degree required to enroll.

19/03/2023

U future wife wakho baya mgramza wena ulibele ukuthi usadla ubusha awumloboli kodwa uyasebenza.

Akalindanga wena uyomfica esena two or kri.

Ngiyadlala bambukile nje balinde wena.

19/03/2023

Imali ungayenza ngezinkinga esinazo uma wena uza nesixazululo. Ungaziqalela i side hustle yakho ngokwenza lokhu okulandelayo:

Osisi abaningi bama single parents. Ba busy. Abanye bayasebenza. Omunye akanayo i baby sitter. Omunye akasebenzi kodwa sometimes uyayidinga i baby sitter. Bawadinga makutheni ama baby sitter esikhashana osisi?

1. Omunye ufuna ukuya e groovin. Akanamuntu ozosala nengane. Ungayi offerisha leyo service yokushiywa nengane if umuntu eya e groovin ezobuya late. Ingane angayishiya kuwe ayithathe uma ebuya or wena uyoyigadela endlini yakhe umama wengane or kubo. Akukhokhele leyomali enizovumelana ngayo bese eyahamba eyo groova. Ukhumbule ukuthi wena uzobe uyonakekela ingane awuyanga ukuyojaja nokoyala usisi lona okuqashe okwesikhashana. Mhlampeni unga charga per hour or imali eyisimuko for lesosikhathi asihambile. It's obvious imali yase mini ngeke ifane neyasebusuku. Futhi ukuhamba ilanga or ubusuku bonke ngeke kufane nokuhamba ama horana nje ambalwa. Lokhu ungakwenza i side hustle or your fultime business.

2. Osingle mother basafuna opatina. Ungamsalela nengane uma eya ku date. Nalapho ungayoyigadela endlini yakhe umama wengane or kubo noma ayishiye kuwe endlini yakho. Still nalapho awuyanga ukuyomjaja or ukuyomyala uyogada ingane wena. Uzom charga ngesivumelwano, ungam charga ngehora or kube isimuku nje. It's obvious imali yase mini ngeke ifane neyasebusuku and usuku or ubusuku bonke ngeke bufane namahorana nje ambalwa. Lokhu ungakwenza your side hustle or your fulltime business.

Kuloluhlobo lwebhizinisi i trust ibalulekile. If ekushiya endlini yakhe kumele aku truste. If ekunika ingane kumele aku truste. Ukhumbule uzokushiya nayo yonke into edingwa yingane. Kumele akuchazele nange medication yengane if ingane inokungaphili or if isebenzisa i medication. Kumele ube umuntu othembekile uma uzoqala loluhlobo lwe business. Uma ezocela ukuthi ingane uyigeze, uyigqokise uyiphe, uyishintshe i nappy umsebenzi lowo okumele uwenze ngokuzimisela.

19/03/2023

Intombi yakho izonda sisi thizeni ongamazi imzodela indoda yakhe. Ama relationships walemihla insomi nje.

18/03/2023

Uma senijajene. Nachomelana. Naqeda. Nivuke abanye baye esikoleni. Abanye bayosebenza. Abanye bayofuna umsebenzi. Nivuke nihlanganise imindeni. Nakhe amakhaya. Nivuse imizi. Nixolelane. Nikhuthazane. Nithandane. Nihloniphane. Nizihloniphe. Nakhane. Nifundisane. Nipatanise ukwenza ngcono impilo.

Konke uma nje seniqedile ukujajana nokuchomelana.

18/03/2023

Ngilala nabafana abaningi ngoba ngipheya i revenge ku boyfriend wami uyangi cheathela. And we like "lomuntu upheya i revenge nge wewe? Kugramzwa yena nje not i boyfriend."

Thengani ama dictionary nifunde i meaning ka REVENGE otherwise azaniqeda amakhwenkwe ngenxa ye anger.

Videos (show all)

Congradulations to Nkosivumile Chiya. Phambili ngemfundo. Siyakubongela ndoda yamadoda

Website