Edlozini_badimong, Boksburg Videos

Videos by Edlozini_badimong in Boksburg. Everything Dlozi

Inkani!! #KwaVusamazulu #Intwaso

Click to enable sound Next

Other Edlozini_badimong videos

Inkani!! #KwaVusamazulu #Intwaso

πŸ₯πŸ₯πŸ₯πŸ₯πŸ₯πŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒ Ani Deserve I peace ke ngisazoniRaselaaaaaa 🀣🀣🀣🀣🀣 Bekumnandi ngathi aningifungelanga πŸ˜‚ Yambona uNkulunkulu mara πŸ™ŒπŸ½

πŸ™ŒπŸ½ Ngaze ngabusiseka ngokomoya ngimgcane 😁πŸ₯° Bazalwane ngicela ukubonga ukungeseka πŸ™ Ngibonga kini bo mabizwa asabele njalo mengimemeza niyavela...Balinathe baliphalaza emini ilanga libalele amankengane a abhekane 😊😊 Sibonge lamazulu πŸ™πŸ™ Ngibonga kubo bonke abantu abangesekayo...My Gobelas bonke 😊😁 Ngibusiseke kabi mina edlozini ngina more than 1 gobela πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚To the parents...Abazali bamathwasa ngiyabonga ukubambisana πŸ™β€οΈ Ngibonga uthando 😘 Ngeke uze u understande kodwa nganitshela kuthi seniyomane ningihlule ngezomhlaba nemali ngoba vele anginayo KODWA DLOZICALLY...NGAIPHIWA MAN LENTO πŸ™ŒπŸ½ Amen! Ayabonga amazulu πŸ˜ŠπŸ™ŒπŸ½ What a successful story 😍😍 What a special and interesting journey both these kids had

inkani ka Vusamazulu

Vusamazulu asinike iyimpendulo zezwe πŸ™ŒπŸ½ (Mkhulu Vusamazulu & Mkhulu Mpendulo yezwe) A blessed mpande is the 1 led by God

"HEH HEH ABANTU ABAMNYAMA BAYAVILAPHA" Ekubeni bona bathwele ama business abo makhulu ngenxa yezithwalo 😫 Kuthwele ngisho nabelungu... Wena muntu omnyama owafundiswa ukuzonda imithi yesintu waqala wavula I business nje iyafa...bese bathi uyivila πŸ˜‚πŸ˜‚ Mxm!!!

ZAZI MUNTU OMNYAMA....Wazi namandla akho UNGOKHETHIWEYO ❀️

I said this a few days ago yazi πŸ€”πŸ™Œ Scientists will be the death of us Zazi....Uziqhenye ngawe muntu omnyama ungokhethiweyo uthandwe amazulu πŸ™Œ

Respect your guides...Ask for guidance mihla namalanga ungazenzeli ngokwakho uzoxakeka endleleni ✌🏼

Lalela ke ngikukhuthaze noma mina ningangikhuthazi 🀣🀣🀣🀣 Maukhethwe yiZulu kulendlela okuyo....sengisho maungaithwalelanga lendlela okuyo uyoba wuJobe kuyovela inhlupheko uNkulunkulu avumele uSathan kuthi akuLinge ngandlela zonke kuthi abone kuthi uyabekezela yini futhi uyamuthemba yini lo okubizile Mengabe uwuDavida wena wabekwa kulesihlalo okuso awusi wu Adoniya owazibeka wazinika istulo sobukhosi....Uyahlangana nezivungu vungu eziyokwenza uhlale uzibuza kuthi kodwa Nkulunkulu kanti wena ukuphi konakala nje ngo Moses πŸ™Œ Mengabe vele lendlela auzibekanga kuyo ufike wabekwa kwathiwa hambo philisa nawa amandla....hlala wazi kuthi uyoba wuJeremiah owaboshwa walahlelwa Emgodini ngenxa yokulalela imithetho ka Nkulunkulu bese uyindlulisela Kuba Israel πŸ™Œ BEKEZELA....NIKA IDOLO UKUDLA KWALO...BHEKA EZINTABENI MIHLA NAMALANGA LAPHO USIZO LWAKHO LUYOVELA KHONA. Ukhumbule kuthi asikho isimo uNkulunkulu angakuyeka kuthi ungene phakathi kwaso kanti ngeke akwazi kukukhipha kuso. Trials and tribulations are only there to strengthen you ✌🏼 You need them to grow.... And always remember kuthi...IT'S OK TO LOSE. Don't be hard on yourself you lost because you about to win something bigger than what you lost πŸ™πŸ™ SHEBA....NNA KELE RATA KESAIKHUTSI 😘😘 KELE RATA STEREK πŸ™Œ

U INGWE UGCOKE AMACICI AMI 😫😫😫 BAZALWANE U INGWE CALLS ME U "GIRL" πŸ˜©πŸ˜©πŸ˜‚πŸ˜‚ Yazi sizothwasisa abantu kanti they actually need amagobongo wamahlanya πŸ€”πŸ€£πŸ€£ U INGWE BAZALWANE....UNGIBIZA NGO "GIRL" 😟🫒 Haaaaai ezakulomuzi azipheli shem πŸ˜‚

Yazi ukuzwa amazwi anje from umndeni wethwasa ekuwu mndeni othwasisayo nawo self...I must say it doesn't only make me feel proud kodwa it makes me feel like ngingomunye wabanenhlanhla emhlabeni to have thwasad kule mpande coz kuyabonakala kuthi abangimonelanga πŸ™Œ Nale mpande ebangiphe yona yiyo yamaqiniso nale ndlela ebangifundise yona yokuthwasisa yiyo abangifundisanga amanga πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ₯Ί NGIYAZIBONGELA ILL FOREVER BE GRATEFUL KWI MPANDE KA CEBESHANE uNkulunkulu angisize man ngingalinge nangelanga lomhlolo ngimonele ithwasane elingena ngesango lami lizocela usizo lwami πŸ™πŸ™ Mina ekhaya am the 1st 1 wokuthwasisa after so many decades idlozi lami elakudala abalaziyo abasele bambalwa....To hear abantu abakhulele kwimpande ekudala zithwasisa tell abantwana babo abasegulubeni lakho kuthi le esiyibone yenzwa lapha yiyo "BEKEZELA UZE WITHOLE" yazini bazalwane wu "wow" kimi πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ₯Ί Ngibonga amazulu πŸ™Œ NGITHWASE KWA CEBESHANE la ngazalelwa khona impande yamazulu β€οΈπŸ™ My only aim is to heal ngokweqiniso....KUPHELA!!!