Dr Makhehlana inyanga yomoya

Siyahlola siyabethela siyalapha sakha izinto zenhlanhla u dokotela utholakala kwasanti wendolins

22/02/2024

Ayikho into eyokulethela imali emhlabeni wena ungenzi lutho akunamali oyoyifica ihlezi kanje ekuseni kodwa mele wena usebenze kuze abantu kuloyo msebenzi owenzayo baphelile abantu bejahhe ukuceba bengazi ukuthi umuthi usuke uzolekelela umuntu ukuthi ingawi into yakhe kodwake ifuneni imali engena bank sozwa ngani afuneni amagundane lifuneni ibhakede lemali sifuneni iskhwama ifuneni magic wallet imidlalo yonke leyonto ehluphekisile abantu bakithi kakhulu .

Wena sebenza bese kuthi kuleyonto oyizamayo uthole umelekeleli ukuze kusheshe mudayisa ukudla kuphele nyaaa awuu nangu umelekeleli ngezansi yeyii wena melekeleli balekelele abantu bakithi abafuna ukuzama impilo ayiii shayela udokotela wakho uthole owakho umelekeleli 0795591606

22/02/2024

Uma kunomelaphi owakusiza mahhala ubothi mulungelwa izinto ubuyele kuye uyobonga uphathe ne drink noma ibhodlela lase makhosini ngishiso ukuthi sezibaliwe inyanga ezisiza umuntu engenalutho kuleli elika mthaniya futhi awusoze nje wayibona enye nokuyibona ngoba kuya booker muza kuyona abasebenzi basuke sebeyi tshelile ukuthi wena awunamali ithi jikisani leyonto angina*o skhathi sokudlala la usizi lwenu lunzima ngoba nala nifuna khona usizo bafuna ukuceba ngani manje ungabo khohlwa futhi ungamuthun**i umuntu okusizile umqede amandla okusiza abanye menze ezizwe ebalulekile abe namandla okusiza abanye abantu futhi baka nkulunkulu

18/02/2024

Sengine skhathi ngihlala Ethekwini kodwa bengakaze ngaba nenhlanhla yalomuthi ehlathini ngiyahlambuluka bengiwu thenga nami 😂🤣🙌❤kodwa namuhla idlozi lithe alingibonise indawo yawo ewuu ngivune ngakhathala lomuthi ngisho amazwe angaphandle awulanda la south africa ngisho o doctor abakhanda amakhambi laba besilungu bayawazi powerful herb impela Ethekwini zibaliwe ihlahla ezingekho usuke ungaka dibani na*o

Photos from Dr Makhehlana inyanga yomoya's post 18/02/2024

Kunomama obelana obezocela ngibuyise pesheli othi zabasiza kakhulu last year bona abanama bhizinisi amancane .into ikanjenake lona uzizwe zonke owu R3500 uzobe kwi special ube R2000 only kubantu abazowulanda esgodlweni ofuna kuposelwa uzoba R2500 ngezathu ethile zeminye imithi ozobe usuphuma nayo ezokulapha kuqala .

Uyi nyanga sangoma lento ikulungele uma uwu mthandazi ngi recommend ukuthi ufike esgodlweni wena sihlole kuqala .une bhizinisi lokudayisa impahla ukudla tarven tuckshop ubolekisa ngemali udayisa insango

Isigaba sokuqala lesi bese kuba nohlanga lwemali R1500 luyagcatshwa kulaba abasaba ukuba nezinto uhlanga luhlukileke lufuna business e owner uwena ngoba lusebenza ngawe muzothatha lona ulungisa R150 oseceleni we kukhu .

Bese isigaba sesithathu kwabafuna umqali wempilo ibhodlela elincane lizobe liwu R700 lona .ibhodlela lase casino R700 alidlali o lotto e Hollywood alimfuni odlala ngefoni

Uzizwe zonke akuwona owabantu abafesayo abafuna umsebenzi cha akuwona owabantu abantu abahlala phansi nje belinde imali abangayazi izoqhamukaphi owabantu abafisa ukuthuthukisa izinto zabo l

Le special sizoqala mhlaka 20 kuze kube umhlaka 2 month end

Izangoma ezifisa uku khushulwa amandla emzimbeni nabefundisi okwabo kuthe ukujula bona Balungisa R5500 uphatha R150 wekukhu ibhodlela la gologo obomvu nomhlophe ne coke lesi esabafundisi inyanga mthandazi sangoma only .

Osisi laba abadayisa emgwaqeni impahla Enkulu abeze bezofaka uhlanga lwamadoda R800 nabathanda intombi R800

Inombholo ka mkhulu 0795591606

16/02/2024

Esgodlweni umuntu uyasizwa ngisho imali ingekho isigodloke leso esgodlweni akajikiswa umuntu ukuthi unemali encane esgodlweni uyalashwa umuntu engenalutho aze athole umsebenzi aceliswa elashwa abuye mase esebenza azokhokha .umuntu one bhizinisi elingayi ndawo uyasizwa ngisho eswele abe nawo amandla okubuya azofuna induku Enkulu manje ezizo mthatha zimbeke .

Lalelake konke lokhu ukwenza kumuntu owu muntu onobuntu okwaziyo ukuzehlisa nokuzithoba onenhlonipho okwaziyo uku khuluma nomunye umuntu ongenzi sengathi khona umelaphi omkweleta ukumsiza mahhala ngoba kade yena eqolwa wawuthunywe yithi yini la bakuqola khona .

Mina ngikutshela iqiniso ziningi inyanga noma abelaphi abano buntu mabekubona ukuthi uwumuntu uyaphila unayo inhlonipho kwazise akekho umuntu esimukweleta ukumlapha mahhala kodwa senza umusa phezu komusa wedlozi no mveliqangi owenzile umuntu wakhe .kunomoya okutshelayo umuntu maye swele engenalutho ngaphandle kokuchaza usizi lwakhe simsize .angazi bangaki esesaba siza bengakhiphe nesenti kodwa asiphoqe muntu ukuthi azofakaza lokho la ngoba ukulashwa komuntu kuyi mfihlo ngisazocela komunye owafika ezofuna into ye casino eno R50 kanti uzobamba 10k wabuya esezo khokha wabonga mayevuma nginibonise ngizoni bonisa ne video yase casino ebamba umshini

16/02/2024

Uzizwe zonke namanje usazigila imanga kodwa awuzifuni ingane ezihlala ema back room emakubo .une business lakho xhumana nathi sikusize 0795591606

12/02/2024

Akuyena wonke umuntu olungelwe ukuba nesigubhu emhlabeni kodwa ngenxa yemali sezanikwa noma ubani ofika enyangeni athi uyasifuna .isigubhu asi poswa ngenxa yemali sebeyani posela .isigubhu imimoya ethile ephakathi evuswe amakhubalo ngeke nje uhlohle amakhubalo angakhulumi bese uthi azokwazi ukuvusa umoya othile awufake kulento akwenzeki .leli gona alinabungozi uma lingadli igazi alikwazi kumane libulale nje esthubeni suke lingakhiwanga kahle malenza lokho noma lifakwe ilwane eziyi ngozi kakhulu ezingalawuleki .umuntu uyalashwa aphumelele ngaphandle kokuba negona akuwona wonke umuntu okumele aphumelele ngalo .igona liya hlonishwa awukhulumi nalo us**a ocansini liyazilelwa kunokudla okungamele mukudlile ukhulume kwi gona lakho .lento ayiwona umlingo ukuba nayo akusho ukuthi uzoba nemali everyday lento iyafana nomuntu odobayo emfuleni kuyenzeka abambe ngalolo suku kuyenzeka ageje insuku zilandelana alikho igona elibiza ngaphezu kwa R50 k usuke usuqolwa laphoke amagona adla izinto ezehlukene umhlakuva olive oil .uju honey.igazi lekukhu .imbuzi .imvu njalo lo njalo .amanye adla gologo amanye impuphu .makushisa ilanga abekwa elangeni .akhulunyiswa ekuseni nase busuku .alungele umuntu obhizi ngento ethile empilweni

12/02/2024

Lomuthi muhle kakhulu komama uya clean wenze nekhekhe lihlale lisesimeni uyaphekwa no gobho uwuphuze uyisibambelelo futhi muzowenza sona uwugaye negobandlovu isinama unginakile simanaye ibhekamina udelunina umnadinoveshe uthi thasi amafutha ebheke zansi ugcobe untombazane umnike adle ubaba contact 0795591606

12/02/2024

Lena impindamshaye ebomvu ekhala igazi le ekhiwa ngosiko intelezi enamandla le lomuthi uyangena kwi ntelezi yegceke induku yokuphindisela emuva mhlampe isichitho uyihlanganise no phindemuva ntongakamaphindisa neminye imithi kodwa ungawushiyi umaguqu lapho nebhade lemfene no skhuni sibuya nomkhwezeli uyobuya azo confess umthakathi kuwee lentelezi ayisali egubhini zamandla yenzelwa ukuthi isgubhu sivike sivule silwe nezitha siphakamise umsebenzi wakho kuningi okwenzeka kuleli khubalo kodwa umuthi lo muwu tshala egcekeni ubofaka imali emhlophe namanzi ogeze ngawo uyobona imanga 🐍🙏thani makhehlana nyanga yomoya

10/02/2024

Umvusakunzi ngiya guarantee ngawo kodwa angisifuni isishimane ngoba uźobamba ingane zabantu siyaposa uma uwufuna 0795591606 akajabule umama ekamelweni umnabise nje kakhulu asangane

05/02/2024

Izinto ezibalulekile kule nduku yama*oka n**i futhi azitholakali kalula bese umuntu akhaliswe imali encane ombize yona oke uyozifuna lezinto bese uzibona ukuthi uzozi afford yini

Intombazane yendlovu
Intombazane yemvubu
Amafutha emvubu
Amafutha enkosazane u original ayii le yenu ebomvu edayisa ekhemisi
Untombi kayibhici
Udumba
Uzeneke
Intombazane yemfene
Usoka lakazulu
Umabelejongosi
Unyawo lokhozi
Uvuma omhlophe
Rosilina
Mhawukelwa
Mzanyane wehhashi
Imbasa yehhashi
Mzaneno
Umpukane
Love me drop
Jameline perfume
Sqomiso

# # # # #

Le recipe ngiyibhala ngabomu ukuze before ukhononde mesibiza imali wazi ithako zakhona futhi aziphelele khona ezijulile induku ezingavezwa la ezingena kulento

05/02/2024

Lapha ku whatsapp ngiyacela mubuza ngosizo oludingayo imbuzo yakho yonke ibe kwi Voice note eyodwa ngeke ngiphendule umuntu oyedwa usuku lonke akuwena wedwa odinga skhathi sami nabanye balindile okungenani mune mbuzo emningi fona sikhulume siqede futhi abantu bembuzo emningi bayahlupha ngibazi kahle ukubuza into ungaka mnikezi akubuze same question usumnikeza afike kube enze udoti wodwa ongawushongo abuye ese complain sengabaqaphela bahlupha kakhulu labantu ababuza uduu ingakho ezinye inyanga zigcine zingasa phenduli ko whatsapp mu serious uyafona ubuze uqede finish

05/02/2024

Lento inamandla kakhulu kanti iyingozi futhi maweqise isikalo kule nduku zokuqonywa ama client engaphetha enganganiwe ube isoka nje unomphela 1 way fanele uqikelele uyazi mawakha uhlanga olunayo

Photos from Dr Makhehlana inyanga yomoya's post 03/02/2024

Mudinga ukuqonywa ubuthaphu thaphu nalu uhlanga ...ufuna amadoda anemali slayqueen nalu azobuzwa kuwe mudayisa nge 🍑ufuna ba*ondele woza ngikufake 0795591606 ngise Thekwini pinetown kwa santi

01/02/2024

Injabulo enginayo namuhla abantwana bami bagila imanga khona no thenge imonto cash nangu omunye uyagqilaza ngapha niboza ngininike into yokuphila

01/02/2024

Ezami ziyawina Unkulunkulu anandisele njalo bantwana bami kwade

29/01/2024

Munekinga yomeqo noma umklwebhelo inyawo ziyavuvukala zibe buhlungu singakusiza ...munekinga ka shukela.onyuka mawala usizo lukhona munekinga yenduku eyabulawa awuu nkosi yami siyalivusa ithuluzi kodwa mungakwazi ukuchatha ungaze uqalise ungihluphe yeka nje udlulele phambhili ....mushodelwa yigazi emzimbeni
Fona la or whatsapp 0795591606

Isizathu ngenze le post abantu abasanilaphi sebenza into yemali bayani geza cleansing 1 way nophethwe ushukela kuthiwa isilwane ayogezwa munalezifo noma ngasibalanga esakho fona kwa mdletshe sigxile ekulapheni

29/01/2024

Uphondo lwamandla uphondo lwe ncebo loluke njalo after 3 month ugaya ukhanjana uhlabele ikukhu ezimbhili ukhulume nabakini nalamadoda bawaphe amandla akuphakamisele izinto zakho okuningi ngalo 0795591606 ..malini mkhulu R8000 lunabo yini ubungozi ...yes lunabo akulona olwezingane futhi olwabantu aba serious ngempilo ...lusiza kulento oyenzayo eyi bhizinisi noma unebandla okuningi la 0795591606

Photos from Dr Makhehlana inyanga yomoya's post 22/01/2024

Nawa amadoda ebesiwahlanganisa awokulanda isithandwa sakho esakulahlekela .aphinde aqomise intombi oyifunayo noma insizwa oyithandayo akugeji lana ngiyabheja bengiwagaya nekhehla elidala kakhulu inyanga kuphela ezizobon a lento emhlophe ukuthi yini 🤣🤣bese ziyabona ukuthi kushubile ngempela kuleli butho .nase msebenzini muwazi igama lo mlungu wakho uyalibhala ephepheni ulishise bese ulixuba nalo muthi umbize after 12 ebusuku kulo 7 days fanele ekubizele e office akunyusele imali kodwa lokhu ukwenza makungasiyena umuntu omnyama umlungu wakho ningabenzi laba abakithi muhle kumlungu indiya .sulumane .ibhunu .njalo njalo ibona okumele ubacele ngalomuthi banyuse mali awuphumeli ingane lo uwu R1300 okwamanje January kuphela February uzobe usuwu R1500 no negotiations kulo zikhona ezinye ikhafulo ezingaphansi kwalezi esikwazi kuxoxisana kuzo not lesi uma ufuna lesi uthi ufuna umaphuthuma igama labo lelo umaphuthuma 0795591606 bathathe maphuthuma

21/01/2024

Sanibonani uma ungazithandi lezinto eziphathekayo likhona ibutho oligcabayo elidonsayo kakhulu imali abaqwayizi sibanika lona ukuze nikhokhe kakhulu .noma une business elibanjwe uwena straight udayisa wena exactly lento siyakunikeza kulo January isawu R1000 siyayi posa noma ukude ungeke ukwazi ukufika

18/01/2024

Yini ofisa ukuyazi nge sgubhu namuhla sixoxa ngalento siyayi chaza .isigubhu yigona elinemithi yokudonsa inhlanhla yemali okanye abantu abanemali kube khona ezokulapha nezokugada abantu abanezitha ake sichaze lesi semali ukuthi siyini .leli gona lifakwa amakhubalo amaningi phakathi ayinjula nemfihlo yobunyanga lento ngeke uyifunde ku Facebook bese uthi uyayazi baningi abathi bayayenza kodwa ingabasebenzeli abantu abayithathile .leligona liyaye livuswe mangabe selithakiwe laphila lihlaliswe eduze kwesiziba esinabanikazi .abanye balilindisa elibeni lomlungu ngenhloso yokuthola umoya womcebo owawuphila kuloya muntu zehlukene lezinto akukhona ukuthi onazo uthwele zikhona futhi eziwuku thwala ezihlatshelwayo

Mina ngokwami ukwazi isigubhu masiphila nje sinabo ubungozi uma sekuyilesi esihlatshelwayo fanele wenze sure ukuthi uyasinaka uyaxhumana na*o spiritually nixoxe ulele ukuze noma sifuna ukudala umonakalo usikhuze siyezwa sithobe ngoba kwesinye isikhathi uthola ukuthi ezinye zinethambo lenja eyayi zingela kakhulu isuke isizo zingela imali uyazike inja iyahlupha ibuye iyoganga ko makhelwane kodwa masingalidli igazi asinabo ubungozi kuwe nase mdenini wakho

Uma isigubhu sifakwe isadawane bese ithi inyanga ubosihlalisa empushini or usibeke kwi ndwangu emhlophe ungalokothi ufake igazi isho khona lokho musa wena ukusifaka igazi ukhuziwe ngoba awuzokwazi ukusilawula amandla a*o

Nike nikuqaphele ukuthi igubhu zisebenzela kakhulu inyanga nobaba abadala nje kwenziwa yini lokho ngiyazi uyazibuza kwenziwa ukuthi inyanga iyakwazi uku xoxa nalento ngisho ilele iyakwazi ukuyibona mangabe isiphazamisekile ubaba omdala osebenzela umdeni wakhe uyigcina yonke imiyalo makuthiwe zila makade unomuntu 4 days ungayi kuso yenza njalo phela.masithi yeka u fish nengulube yenza njalo phela masithi awulali nomuntu okuma period hlonipha phela

Nawe ungabuza ofisa ukukwazi odokotela bazokuchazela baningi kule page lami nami ngizokusiza kusasa sochaza okunye

17/01/2024

Lomuthi ubizwa imboziso usiza ekulapheni isichitho .yidliso mawakha imbiza yokubolisa idliso awusali .kanti noma unale schitho sokunuka amakaka ube nephungana nje ebantwini wona uyasiza entweni eziningi ezikweni lemfuyo ukuze ihlale ikhuluphele kanti nase mdonsweni uyasebenza uhlale ukuhlaza lomuthi ubusika nehlobo awushi kanjalo wenza imali ingapheli kuwee

Photos from Dr Makhehlana inyanga yomoya's post 16/01/2024

Zizobe ziwu R3800 s**a kusasa mhlaka

Photos from Dr Makhehlana inyanga yomoya's post 16/01/2024

Isizwe sonke ngiyabingelela uma wawukade ufisa ukulanda isigujana salayikhaya ungeza njengoba sizoba R3800 ngo January wonke une tender business shop .tax .uber .car wash. Mesheda .insango .drugs .unama truck .tarven .mashonisa .nyanga .sangoma .mthandazi .mfundisi unebandla .0795591606

Photos from Dr Makhehlana inyanga yomoya's post 16/01/2024

Sizwe sonke ngiyabingelela ngin**isa nganasi special sika zizwe zonke no mqali wempilo uzizwe zonke uzobe uwu R1200 ujanuary wonke kanti umqali wempilo uzobe uwu R750 nginithembisa okuhlukile kakhulu kulo nyaka kanti futhi uzothi ukwehluka lo wamanje uzizwe zonke kunalo omdala ngezinto eziningi inombholo yami iyodwa ile 0795591606 muwudinga uyafona or whatsapp ubeke udaba lwakho ungabuzi ama price nawa ngenhla ubungozi cha abukho

09/01/2024

Uhlobo lweze thwalo eziyingozi engifisa sixoxe ngazo Ngelinye ilanga sixwayise abantu abane nhliziyo ende yokuthanda imali nalu uhlu
Inkanyamba
Ukuthwala ngo mkhovu umatindane noma u tikoloshe
Uphiyane angiboni ukuthi khona inyanga engalufuya la mzansi kodwa angisho ukuthi ayikho angifuni nithi ngathi banitshela amanga
Kanti ne nkanyamba angeke zeqe ku 10 insizwa noma intombi ezinayo futhi no 10 mkhulu u 5 ukahle
Ukuthwala ngomuntu enye yezinto eziyi ngozi kakhulu leyoke
Ukuthwala ngedlozi lakini libheke wena wedwaa kuletha ikinga eziningi kakhulu emdenini wakho ngoba wonke uyoba zicathalala zakho usebenze kuwe
Ukuthwala ngomuntu okungasiye owakini kuhlukene obalapho ubungozi buba sekutheni umbulale ephila noma umvuse emathuneni if umvusile ikinga iba sekutheni wena awusenalo idlozi sdalwa nje empilweni yakho
Ukuthwala ngesidoda sakho usuke uthwala ngenzalo yakho uqobo laphoke uzoba nengane e spiritually engabonwa ebonwa uwena wena ngeke usazala nhlobo kule sthwalo
Ukuthwala ngengane yakho oyithanda kakhulu 💔😭😭awuu angisho lutho

Ukuthwala nge nkosazane usuke ulande umfazi wesibili laphoke ozolala naye njalo maye sebenze kakhulu uba nendlu yakhe enhle ehlanzekile engenwa uwena wedwaa

Kuningi kodwa sozichaza Ngelinye ilanga lezinto uthi uthanda imali ube u aware ngezinto osondela kuzo

01/01/2024

Njengoba kuwu January kulenduku engibuya nazo ekhaya emtubatuba ngizobiza inani elikahle only for 2 weeks ku January..ukugezwa amathunzi isilwane .R700 beseke kuba imbiza ka shukela ewuzifo zonke izoba R300 nale nduku elapha isichitho ngo 5 days siphele nyaa swee iwu r700 fona ufike emakhosini qala unyaka uhlanzekile 0795591606

01/01/2024

Eathombeni lapha ngezansi umuthi lo wokulapha isichitho lana ngiya gurante only 5 days engikunikeza wona lenduku ngiyakha ngila emakhaya emtubatuba yonake izoba u R700 only 2 weeks kuphela bese iya ku R1500 ngiyabheja lana mawashawa ngeschitho

01/01/2024
Photos from Dr Makhehlana inyanga yomoya's post 25/12/2023

25 december sikhuphula amandla ebantwini kusasa usuku lokugcina lwe special sondela nawe usizakale uqale unyaka omusha nenhlanhla nezibusiso ugezwe ejolindana lakwa makhehlana

Want your practice to be the top-listed Clinic in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Videos (show all)

Mkhulu Mdletshe echaza ngentelezi yezimanga nenduku yokuvula umsebenzi 🙌
Bukela nangu Makhehlana esehlathini enqunu ekha impindamshaye ngosiko lwayoo
Mungangitholi efonini suke ngi busy lana angikhulumi ndaba zabantu sigaya umuthi 0795591606
Yaaa yiwo amajahha amandla lawa
Udokotela umkhulu Mdletshee uthi wozani nizofutha nibuyise nhlanhla enazalwa nayoo bukela nansi video

Category

Telephone

Website

Address

Pinetown Kwa Santi Wendolins Uthi Wehla Estolo Kwama Gwegwe
Durban
UMKHULUUTHOLAKALAPINETOWNKWASANTISIYAPOSANGOPEPKWABAKUDE
Other Doctors in Durban (show all)
Dr Khongotho Dr Khongotho
Umlazi
Durban

Dr Khongotho ungumlaphi wesintu (traditional healer) Siyalapha whatsapp 078 146 8942

Traditional doctor healers mkhulu Pongola Traditional doctor healers mkhulu Pongola
African National Healers Association The King Of Herbalist He Specializes With African Medicine
Durban

Bongokuhle ngobese Bongokuhle ngobese
Mncindo High School. Com
Durban, BONGOKUHLE

NGIYATHANDA UKUCULA

DR mkhulu Mashilamu DR mkhulu Mashilamu
Tong
Durban

Ngisiza bantfu ngo kww sithu banengi abazenza Mina

DR nikwe nyanga mthandazi menzi wezinto DR nikwe nyanga mthandazi menzi wezinto
Thulebona@gmail. Com
Durban

Ikhaya lokuphila woza nekinga yakho

Dr Mafa 0647876385 Abortion clinic in Durban Dr Mafa 0647876385 Abortion clinic in Durban
Smith Street
Durban

Dr marfa abortion clinics in Durban we do help clients around South Africa it's now 7 years since we

Mkhulu magereto Mkhulu magereto
Magereto
Durban, MKHULU

Dr Rashid Iqbal Dr Rashid Iqbal
19 Lancers Road
Durban, 4001

Women Abotion Clinic Women Abotion Clinic
Durban, 4091

Kwa_BabuDokotela Kwa_BabuDokotela
Al-shadai Herbal Shop 30, Marches Arcade, Eagle Bulding 347 West Sreet
Durban

Babu dokotela is the qualified traditional Health practioner.

Inyanga yamaqiniso Dr Mhlanga Inyanga yamaqiniso Dr Mhlanga
Dbn
Durban, 4000

Inyanga yenu