Bavundulule Broadcasting Academy

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Bavundulule Broadcasting Academy, Broadcasting & media production company, West Street Durban, Durban.

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 21/08/2024

Closing Date : 31 August 2024

For more information please WhatsApp ๐Ÿ“ž : 0615252685

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 14/08/2024

Akekho onaka abasafufusa bazokhula kanjani uma engekho ama platforms azobakhuthaza aphinde abalekelele ukuthi amaphupho abo afezeke, ngikhuluma ngama Upcoming Artist ngikhuluma Small Businesses so umbono wami wokusungula ama Mlwazet Bavundulule Awards usukela ekutheni nami ngiyiciko futhi ngusomabhizinisi I know ubunzima baleyo mikhakha especially uma usasemazingeni aphansi ne support ungayitholi.

Award into enkulu kakhulu iyamkhulisa umuntu as a brand imbeke kwelinye izinga ngakho ngiyazi baningi engizobavundulula ksasa bavelele babe izinto ezinkulu through lama Awards โœŠ

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 13/08/2024

Puff and Pass ๐Ÿ™

Ngicela ungidlulisela lama posters kuwona wonke ama WhatsApp Groups onawo efonini yakho Iโ€™m sure baningi abantu abangalithokozela leli thuba lokungenela ama Awards.

Kuvuleleke for everyone oyiciko elisafufusa or osomabhizinisi osasemazingeni aphansi

๐Ÿ“ž : 0615252685

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 08/08/2024

MBA 2024 abuyile ๐Ÿ™Œ Mlwazet Bavundulule Awards

Itโ€™s all about ukuphakamisana, sivundulula abasemazingeni aphansi sibabeka esicongweni, lokho sikwenza unyaka nonyaka ngoba sifuna wonke umuntu aphumelele ngethalente lakhe or umphanto wakhe.

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 07/08/2024

Mlwazet Bavundulule Awards

Ubufakazi bemisebenzi emihle eyenziwe i Mlwazet Bavundulule Awards eminyakeni edlule ๐Ÿ†๐Ÿ”ฅ๐Ÿฅ‡

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 07/08/2024

Mlwazet Bavundulule Awards abuye ngezinkani ๐ŸคŒ๐ŸคŒ๐ŸคŒ๐Ÿ”ฅ๐Ÿ”ฅ๐Ÿ”ฅ

Inhloso : Ukuveza labo abanganakiwe nabo ukuze banakeke baziwe nemisebenzi yabo, ama MBA awards enziwele for amaciko asafufusa nosomabhizinisi abasakhula ukuthi nabo bagcine besimeme emikhakheni abayenzayo ๐Ÿ‘

For more information please whatsapp : 061 525 2685

26/03/2024

Kuningi ekumele nikwazi ngomsakazo ๐Ÿ“ป๐ŸŽค

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 13/03/2024

Ziyohamba izinsizwa kuyosala izibongo ๐Ÿ’”๐Ÿ•Š๏ธ

Bheka โ€œBKโ€ Prince Mchunu uyibekile induku ebandla kwezokusakaza amagalelo akhe awasoze ashabalala ๐ŸŽ™๏ธ๐Ÿ“ป

11/01/2024

Sicela uthumele your 2 minutes Recording usakaza or ufunda izindaba ukuze sizwe ithalente lakho ๐ŸŽค๐Ÿ“ป

๐Ÿ“ž 0615252685

11/01/2024

๐Ÿ“ž : 0615252685

11/01/2024

2024 :
We have Full Time Classes, Part Time Classes and Online Classes

๐Ÿ“ž Contact Us On : 0615252685

09/01/2024

Sivula mhlaka 15 January 2024

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 25/09/2023

Kubona bonke abantu abasafisa ukungenela kusavulelekile, kuzoze kuvalwe mhlaka 30 September 2023 ukuthathwa kwabantu.

Wena ekumele ukwenze kulula thumela i message ku WhatsApp kule number 0815593735

Ubhale your name / stage name / brand name ungakhohlwa ubhale ne category as well ofisa ukuyingenela, khona ku WhatsApp bazobe sebekuphendula baphinde bakwazise ukuthi uzovotelwa kanjani

Good Luck ๐Ÿ† Mlwazet Bavundulule Awards

Please Share ๐Ÿ™
Ngicela udlulisele nakwabanye ๐Ÿ‘

20/09/2023

Founder and Director of Bavundulule Broadcasting Academy

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 11/09/2023

Ukufunda kuyaqhubeka ku West Walk Building, 8th floor, 825 in Durban.

Abanye babafundi ba full time laba ๐Ÿ‘๐Ÿ‘
Kanti nawe uma unesifiso sokufunda kodwa awuhlali around durban, sisakhona isikhala sokufunda online ๐Ÿ™Œ๐Ÿฝ๐Ÿ“ป

For more information WhatsApp 063 292 1737

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 09/09/2023

Ulahlekelwe u Zulu ๐Ÿ’”imbabazane emahaqa iwusebenzele kakhulu u Zulu ๐Ÿคž uMntwana wakaphindangene obenguNdunankulu waka Zulu udlule emhlabeni eseneminyaka ewu 95 ubudala ๐Ÿ•Š

Kubuhlungu kuyaqaqamba ๐Ÿ’” umphefumulo wakhe engathi ungalala ngokuthula ๐Ÿ•Š

05/09/2023

Umsunguli nomphathi we Bavundulule Broadcasting Academy uzobe esemsakazweni ksasa emini bebade ungaphuthelwa ๐ŸŽ™๐Ÿ“ป๐ŸŽง

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 03/09/2023

Mlwazet Bavundulule Awards

Ama Awards angachemile ama Awards aneqiniso ama Awards akhulisanayo ๐Ÿ™Œ๐Ÿ†๐Ÿฅ‡๐Ÿคž

Inhloso enkulu yama โ€œMBAโ€ ukufezekisa amaphupho abantu abenza izinto ezinhle kodwa abasasemazingeni aphansi labo esibabiza ngamaphanta, okwethu ukubaveza umhlaba wonke wazi ngabo mase siyabalekelela bavelele bakhule emikhakheni abayenzayo โœ…๐Ÿ‘

Please WhatsApp : 0815593735

02/09/2023

Day 1 wabafundi abawina kwi Bursary Competition. Igama lakhe ngu Sindisiwe Zindela okuwuyena owathola amavoti amaningi ukubadlula bonke ababengenele umncintiswano,
After 6 months from now uzophuma esewu cream esengumsakazi oseqopheleni eliphezulu.

02/09/2023

Igama lakhe u Sithembiso Nkala ungomunye naye owawina kwi Bursary Competition under Sport, useqalile naye uzokhulisa ulwazi lwakhe kwezokusakaza. Sizomcija, simqeqeshe for 6 months, emva kwalokho uzophenduka u best.

Photos from Bavundulule Broadcasting Academy's post 21/08/2023

Winner ne Winner nakhu ezokuthola ๐Ÿ†๐Ÿฅ‡๐Ÿ‘ Mlwazet Bavundulule Awards

Inhloso ukusiza amaciko nosomabhizinisi abasazama abasathuthuka, ukuze nabo bavelele nemisebenzi yabo yaziwe isabalale umhlaba wonke jikelele ๐Ÿ™

Uma kukhona abantu obafisela into enhle batshele ngalelithuba bangaphuthelwa, kulula nje uma umuntu ene interest kumele athumele message ku WhatsApp : 0815593735๐Ÿ“ž

20/08/2023

MBA 2023 ๐Ÿ”Œ Mlwazet Bavundulule Awards ๐Ÿ†๐Ÿฅ‡



Closing Date : 31 August 2023

For more information please WhatsApp or Call โ˜Ž๏ธ 0815593735

20/08/2023

Registration is open๐Ÿ’ƒ๐Ÿ•บ๐Ÿ™Œ
sesiqalile sithatha abafundi for September ๐ŸŽ™๐Ÿ“ป๐Ÿ”Œ

nawe sondela woza uzobhalisa kungaze kugcwale, talk to us via WhatsApp : 0632921737

20/08/2023

Ama Courseโ€™s esinawo :
Radio Presenting, News Reader, Sports Presenter, Music Compiling, Content Producer, Technical Producer

20/08/2023

Ziwu 3 izindlela zokufundaโ€ผ๏ธ

Full Time - Weekdays (Mon, Wed, Fri)

Part Time - Weekend (Saturday)

Online (Distance Learning) - Via Zoom, Email and WhatsApp

20/08/2023

Next Classโ€ผ๏ธ

Sizofunda kanjeโ€ผ๏ธ

2023

September
October
November

December - Sivalile sithatha i Break

2024

January
February
March

May - Graduation Ceremony

20/08/2023

Baningi esesibasizile safezekisa amaphupho abo, and sisazimisele ukukhiqiza inqwaba, nawe woza sikucije sipholishe ithalente lakho uzophuma usuwulozolo๐ŸŽ™๏ธ๐Ÿ“ป

19/08/2023

Uma usuqedile ukufunda kanye nathi asikushiyi nje kanjalo kodwa siyakuzamisa isikhala somsebenzi emsakazweni : 0632921737

19/08/2023

Noma ungenawo u Matric siyakwazi ukukusiza : 0632921737

19/08/2023

Kubona bonke abanesifiso sokuzofunda izandla sizivulile bangasithinta ku WhatsApp : 0632921737

Want your business to be the top-listed Media Company in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Videos (show all)

Igama lakhe u Sithembiso Nkala ungomunye naye owawina kwi Bursary Competition under Sport, useqalile naye uzokhulisa ulw...
Day 1 wabafundi abawina kwi Bursary Competition. Igama lakhe ngu Sindisiwe Zindela okuwuyena owathola amavoti amaningi u...
Nonjabulo NgcoboKukancane uma ufunde kanye nathi uthi uma usuqede ukufunda uhlale ekhaya, iningi labafundi bethu uma beq...
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒRadio Presenter Winner (2) ๐Ÿ† Qiniso Sibiya ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalisele ๐Ÿ‘
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒNews Reader Winner (1) ๐Ÿ† Sphamandla Kheswa ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalisele ๐Ÿ‘
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒRadio Presenter Winner (3) ๐Ÿ† Samukelisiwe Nzimande ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhala...
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒNews Reader Winner (2) ๐Ÿ† Nondumiso Sithole๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalisele ๐Ÿ‘
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒNews Reader Winner (3)๐Ÿ† Amanda Zondi ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalisele ๐Ÿ‘
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒRadio Presenter Winner (1) ๐Ÿ† Sindisiwe Zindela ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalise...
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒSport Presenter Winner (1) ๐Ÿ† Darkalo Mhlongo ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalisele...
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒSport Presenter Winner (3) ๐Ÿ† Sithembiso Nkala ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalisel...
Inkonzo yokubonga ave ibalulekile ๐Ÿ™ŒSport Presenter Winner (2) ๐Ÿ† Ayanda Majola ๐ŸŽค๐ŸŽง๐Ÿ“ปNgicela simuphe uthando simhalalisele ๐Ÿ‘

Telephone

Website

Address

West Street Durban
Durban
Other Broadcasting & media production in Durban (show all)
Vuyolwethu Mbelu Vuum Vuum Vuyolwethu Mbelu Vuum Vuum
Durban

this page Belongs to Vuyolwethu Mbelu who is a radio personality and entertainer, I created this page to inform and interact with my Fans.

Unified Productions Unified Productions
C587
Durban, 4001

Events Management, Entertainment, Casting and Artist Management

Starfilms Starfilms
Durban

It production company that makes movie and series

Advent Media House Advent Media House
16 35th Avenue
Durban, 4001

We are experts in fine custom made apparel, cards and digital media. Our attention to detail and a passion to create lasting emotional moments via our media. We also cater for digi...

BUHLE FM FAN BUHLE FM FAN
267 EZIMANGWENI INANDA 4309
Durban, 4001

WE DO BEST

Ukhozi FM TV Ukhozi FM TV
KE Masinga Road
Durban

The scoop. Africa The scoop. Africa
909 45th Avenue Sherwood
Durban

Advent Media Ministry Advent Media Ministry
16 35th Avenue
Durban, 4051

Sibongizwi P.K Mpanza Sibongizwi P.K Mpanza
EThekwini, Kwazulu Natal
Durban, 4001

sibongizwi P.K Mpanza is a radio presenter at Itheku fm radio station a fun and outgoing person

Gcaba Media Gcaba Media
Durban

1.Photo Shoot 2.Video Shoot(Music Video,Weddings etc) 3.Photo & Video Editing 3.Cv Writing & Printing 4.Poster,Flyers & Post Card (Wedding/Birthday Invitations & etc)

Gela Productions Gela Productions
31 Baines Road, Glenmore
Durban, 4001

We are a Durban based Media Production company.