Ubungoma and healing center

Gogo ngubo...consultation and healing

05/09/2024
25/08/2024

I am beautiful...thanks god

21/08/2024

Khuluma ..lithini ithongo?.. iya emfuleni,esizibeni,emanzini.empophomeni.lithi hamba uyothwasa,lithini ithongo kuwena. Lithi zithande uzihloniphe.zinakekele okanye lithi yiba ivila nje uphathe nemithi emibi.lithini khuluma silale.😄 Heee abavele abathwasa sixoxe

21/08/2024

Engangithe ngyahamba.sengibuyile.

21/08/2024

Ithuba lisakhona

21/08/2024

Khuluka nsuku zonke.

21/08/2024

Kunzima impela.kodwa konke kuzophola futhi kuzodlula.

18/03/2024

Amen....ngithi anginazise ukuth angisezotholaka ezinkundlen zokuxhumana.....ngixolise kakhulu engibathembise iziwasho. Kodwa odinga usizo angayithatha inamba..

Asibonge.

18/03/2024

Ekuseni ngyabulisa...

Ake sixoxe kancane ngobungozi bokuthwasisa umuntu.kodwa futhi kusuke kumele ugcine uthwasile.

Umuntu nomuntu unethongo lakhe .angeke afane amathongo esamba nawo.ngaloko ke wena muntu othwasisayo yifake leyonto enhlizweni yakho,ebese ungavumi ukuba nomona nethongo lomontu. Inkinga ke bantu bekwathu iqala phakathi nendlela, ikakhulukazi uma sewuthi uzophuma,lapho ke phela abantu bakho basuke sebezivezile kumthwasisi waskho ukuba bayinhlobo yethongo. Bese kuba yilapho ke umthwasisi esintsha izinto .

Niqaphela futhi nililalelisise ithongo lenu uma likhuluma.kulungule ke, kuthi lapho sewubheka ukuth uyaqoqa ke manje ulungisela ukuhamba, kanti umthwasisi usezilungisele ukuth uzokuvala kanjani ..bantu bakwethu..ningadideki ,ikhona impela lento yokuvala. Kanti nethongo lakho selikutshelile ukuth lomuntu useqala izindlela ezingalunganga wena shiya.sivele sizibe kanti sekuyonakala.

N**i izangoma sezimenyiwe, kunjeyaya kunjeyaya. Umbuzo uthi KANTI WENA AWUSHIYI NGANI NGOBA SEWUTSHELIWE? Cha abanye bethu basuke bengaqondi kahle ukuth kwenzakalani .ngoba phela uma ungena entwasweni usuke ungazi noma liyaphuma okanye liyangena .kodwa sisuke sithembe labantu abasilapho ukuth bazosisiza ngendlela efanelekile. Manje ke uma kuthiwa angihambe ngihambelani,ugcine ungahambanga uphuthe ,ungasebenzi.izinto zakho kunokuthi ziyephambile zivele ziye emva .kanti ithi indaba uphithaniselwe umuntu obekulapha.

Ngelinye soxoxa ngobizo ,ukuthi yin ubizo.ngyezwa kuthiwa kumele ngyothwasa,kumele ngivume idlozi kumele ngibe umthandazi.kuningi kuningi.

18/03/2024

Uma singaba neqiniso..izinto zethu zonke zingalunga...abaphile abantu.🙏

17/03/2024

Let's go like crazy,,let's make people ask them self *WENZANGANI*
ASIBANGENE🤝

17/03/2024

Ungabi nedimoni lomona...

17/03/2024

Let's make a WhatsApp group.number plz.

17/03/2024

Odinga isiwasho somsebenzi nesenhlanhla akashiye number..free of charge. Then ubuye uzobonga emva komehluko. Mahhala .mina nginidinga nisebenza.

17/03/2024

Kodwa nani akuve namavila bo.🤭🤗

17/03/2024

Ake sibongele labo abahanjelwa kahle izinto.

Sithi inkosi iqhubeke inibusise..syanibongela zihlobo

16/03/2024

Bonke abathi abasebenzi bangiwhatsape 0633835969.

16/03/2024

Seziyatholakala iziwasho. Esomsebenzi,senhlanhla... Sokuthandeka.
Xoxa nami exeleni.

16/03/2024

Ake sikhulekele bonke abazinkingeni azehlukene.( Jehova sindisa abantu bakho)
Amen.

16/03/2024

Ngyazi unamahloni....oke uwabeke eceleni..
Yin le odinga ukusizwa ngayo.?

16/03/2024

Yini le ekuhlulayo.

15/03/2024

Bekezela.

13/03/2024

Ungakhohlwa ukuth yonkee into ineskhathi sakho.thula ubheke sekuzolunga.

13/03/2024

Xolela.lolisa.bese uyabonga.

13/03/2024

Ungalilahli ithemba..qina kuzolunga.

11/03/2024

Sawubona wena ophuza itiye.

12/02/2024

Okuhle nomusa kuyangilandela.

04/02/2024

Wena nje ,vuka uzithathe.

Want your practice to be the top-listed Clinic in Ixopo?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address

478 Fairview
Ixopo
3276
Other Medical & Health in Ixopo (show all)
Abortion Clinic in Ixopo, Howick, Dundee, Mkuze +27640546352 Abortion Clinic in Ixopo, Howick, Dundee, Mkuze +27640546352
Main Street
Ixopo

We offer the best cheapest abortion services in Ixopo, Howick, Dundee. Call or Whatsapp +27640546352 to schedule an appointment today

Dr. Hakim men's clinic Dr. Hakim men's clinic
East Street
Ixopo, 3276

0739873400 siyakhulisa induku ibe namandla see the results 5 days results are permanent you can call or whatapp on 0739873400 we deliver country wide