Ekujuleni kwayo
This page is the speaker of my heart
ngingalufanisa namanzi
lubanzi lujulile
liyahlanza libalulekil
akuphileki ngaphandle kwalo
lingubungozi kodwa linamandla
liyakuphakamisa likuphathe kahle likunethezekise phezulu libuye likududule likunqobe likulaphele kude
linamandla liyanqoba liyaqhotha lingaqhotha nanoma yini
uthando mina ngilifanisa ngamanzi
ukube
ukube ithemba labekwa kumntu ay etsheni
ukube sisebancane safundiswa ukuthembeka kulaba esiphila nabo
ukube ithemba labekwa kumntu mhlambi ukukhaphelana ngabe akubangakhona
ukube wathi ngikuthembile ungangiphoxi engizokwenza ngangizovikela ithemba lakho ngangizoqinisekisa ukuthi angikuphoxi
ukube ithemba labekwa kumntu kwathiwa wena oweslisa lowesfazane mvikele kokungamlimaza wena ungamlimazi umvikele
ukube ithemba labekwa kumntu
basifundisa ngokubaluleka kwakho
ngabe kwakukhaphela umuntu siyakwesaba
the power I feel over power the power I have
the I words I have I not enough to say how I feel
I distance between as can never break the connection of my heart to yours
the feeling of being desperate showing that I have a little hope and that I'm ready anything without worrying about danger to myself or other
i deliver I meet you for a reason
I that reason was not to meet you love you and give up on you
that reason was not to let's go off you
I can never let go well you are still around me
I still have memories which will always make me full of affection to you zaMncwa ❤️🔥I miss you and I love you
bathi I post iyamthola umnikazi cela ningifuniseni yena
yazi Namuhla besisemthandazweni eskoleni omunye wabafundi waqala umhlabeleli kwathi emva kwakhe kwakhuluma omunye uthisha Izonto azishilo zingihlabe umxwele wabe esethi asikhuleke sikhulekele
nedimano lomjolo bachwaza abafundi besho uAman wokubuqa
wayiqaphela leyonto uthisha wathi angidlali bantabam
ngiyalilaya idimini lomjolo
wakhuleke waqeda wabese eyasikhulula
siphume sonke ngokulandelana esixukwini nje ngizwe omunye wamantombazane ebengiwalandela ethi akungajolwa ngobani
kwakhona ophendulayo eythi lothisha uyasidakelwa
ngahlulekaa ukuzibamba ngimqwebe uxolo sisi awumbuzangangani uthisha lokho why ubuza thina
athi uyisilima yini wena kunemibuzo ongeke uyibuze umtomdala futhi ker nje umjolo awusilo icala bakwethi
abese eyahamba
ngimlande ngimbamba ngimphendula ngehlombe
ngithi lalela sisi wami mina angimelene nomjolo wenu
ngingakaligwinyi athi kahle ukuzenza ncono la wena umjolo wenu ekhuluma ngezandla enusa imino emibili izandla zombili eyehlisa eyenyusa ephinda amazwi ami ngokuqamisa umjolo wenu engihlahlele emehlweni
ngilungise inkulumo yami angisho ukuthi ngimelene nomjolo kodwa cc lento oyibuzile bekungamele uyibuze esidlangalaleni
athi usathi uyachaza ngithi
sisi wami lalela amandla akho nawathisha awokudunga awafani
abuze kanjani
nginabe sisi singabafundi siyontanga uthisha mudala manje into azama ukuyiphosa kithi ingaphuza ukusenza sidungeke singabafundi kanthi thina naye ungakwazi ukusidunga ngokuphuthuma
athi angikuzwa
ngithi ngizokwenzela isibonelo esilila
asithi owami umama uyasibona isidingo sokuthi mina ngiphathe ifoni ngiyumfundi wena owakho akafuni ngisho usumcela kanjani uthi mama nabanye bayawaphatha akulula ukuthi avume kodwa mangase kufike owami umama amuchazele ukuthi why kubalulekile ukuthi umfundo aphathe ifoni enga understand
kanjalo nathi zingane amathuba noma engasikhuza kangakanani ngokungalungile kodwa ngoba kukhona untanga okenzayi singakwenza nathi as long as nontanga kumlungela
cc wami engizama
This page is open to everyone
I WAS BORN WITH A GIFT
I was born with a gift on both my hands
I was first an idea then I was MABE
I was a surprise then I was known
AphiweAmanguni I was born
I was the prof of my mum's straight and power I was gift of my dad and I'm a sister to my sister's and a sister to my brothers
I was need in this world and so I was created
my parents were happy
as I was growing up I was developed in all terms
mind
body
likes
and everything
I leant myself as I was growing
likes
dislikes
all that and I was able to introduce myself to people
I'm aphiweamanguni (mapondo)
Mncwabe ngingumlobi umlingisi wakusasa Intanbokazi yezwe 🙏
a feeling of great happens joy
a feeling of affection for you love
my daylights is you to me
a space separating us apart
distance can never over power what I feel
an ordinary or an usually feeling different from normal your love
good night
This page is about me searching for myself
I'm in search of myself
It not just about only I but people like me
People that are in search of themselves
Kubuhlungu ekujuleni KwaYo
Iyaqaqamba ngathi kukhona inxenye yayo ehlubukile 💔
I once asked myself what do I need in life I could not get an answer till now
Usuku nosuku
Luphela nezalo noma zingaba njani akunani ngoba siqinisekile ukuthi ksasa buyeza ukukhanya
Ngiyicebo lomdali
Ngabunjwa ngokuhlukile
Ngazalwa emhlabeni ngasengilindiwe
Ngamukelwa kwajabula kangiqamba ukhethelo
Kwiningi ngangikhethekile
Ngakhula kwaqala
Ngahlungwa
Angihlukile ukuthi kokujwayelekile ngihlukile
Ngekathi ngikhulu bangithatha bangihambisa kwizikole zababefana nm
Abanye babehlukile kimi
Abanye babengaboni
Abanye bengezwa
Abanye bengakwazi ukuhamba nabo babezizwa engathi bayahlungwa ngengabo
Asihlukile ukuthi kokujwayelekile sihlukile
Mina bengicwaswa ngebelala bethi ngiyisishawa angihlukile kuphela kokujwayelekile ngihlukile
Ngingumlobi okusenhlizweni ngikukhiphela ephepheni
Ngikubeke esthombeni
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
Pietermaritzburg
UP
Pietermaritzburg, Kwazulu Natal
Pietermaritzburg, 3201
The Property Practitioner
1 Gush Avenue
Pietermaritzburg, 3290
Providing guidance and assisting buyers & sellers in marketing and purchasing property for the best price under the best terms.
Cinderella Park B
Pietermaritzburg, 3200
wendy houses for sale all sizes available on demand free delivery and er****on
30a Ivy Road, 25 Ivy Gardens
Pietermaritzburg
A safe and easy way to buy or sell your Tribal Authority home is coming!
Lincoln Meade
Pietermaritzburg, 3201
Property WaSha is a property development company with a variety of services including property maint
176 Church Street
Pietermaritzburg
"Have you ever enjoyed waiting in long boring queues?💭 Neither have we.. Introducing Easy Queue, make waiting outside Home Affairs more convenient through Wi-Fi, seating, power ban...
Office 2, Ingliside Office Park, 29 Howick Road
Pietermaritzburg, 3201
Real Estate agent at Infoprop Pietermaritzburg.