Imbongi Yenhlupheka
Ezinoju
Isiqephu sesi2
Kusebusuku sekuleliwe. uNomah ashayele ucingo uVelile.
Veli: hello
Nomah: Hy unjani sthandwa sami
Veli:Nomah ngathini kuwena
Nomah: yini manje Veli wakhasela eziko
Veli: alikho iziko lapha wena hlukana nami
Nomah: veli ngiyazi ukuthi uyangithanda kodwa manje uyakufihla lokho
Veli: mina ngithanda udadewethu u*i ayi wena
Noma: mxm okusalayo mina nawe salala
Veli: angithi uwena owalala nami ngenkani?
Nomah: hawu yimina engakuhlisa uziphu?
Veli: Nomaha awungiyeke(asho aluvale ucingo)
Nomah:awubheke lesilima sivala ucingo kodwa yimina omshayele, othi ngivele ngilale(asho ecika ugesi)
Ekuseni avuke uNobesuthu abalungisele okuya ngasethunjini.
Nobesuthu: navuka kahle sekulungile okuya ngasethunjini.
Zi: hawu mama besingekho isidingo sokwenza lokhu, kumele kubeyithina esinesa wena
Nobesuthu: ayi phela manje angisaguli ngiphile saka.
Zi: kuhle ukuzwa lokho mama
Nomaah: mmm kunuka amaqanda
Zi: avuwathanda wena amaqanda(ehleka)
Nomah: phela nawe sisi uyazi ukuthi anempilo
Zi: ngikwazi kahle lapha esibhedlela sihleli sitshelwa ngezinto ezakha umzimba.
Nomah: kodwa Lena yokuthi angidle ikabishi eligxajisiwe angiyizwa kahle
Zi: kanti kumele ulidle dadewethu ukuze amasosha wakho womzimba engeke abentengente.
Nomah: weeh ngeke sisi nawe uyazi ngithanda amafutha.
Zih: kodwa awukhuluphali njena(behleka)
Nomah: nami angazi kutheni ngingakhuluphali ngoba phela uSis'Phiwe uhleli esipha amagwinya laphaya estolo sakhe kodwa dololo umuntu ukukhuluphala
Zih: dadewethu avuhlekisa wena
Nomah: ngiqinisile dadewethu
Zih:othinngihambe sekuyisona isikhathi esingixinayo manje.
Nobesuthu: uhambe kahle mntanami.
Ahambe ayodumisa imoto iphume esangweni iwudonse umgaqo obheke esibhedlela eMashiswini Lana asebenzela khona.
Isiqephu Sesi3 siyeza
NGIXOLELE DADEWETHU
By: Nobuhle Zindela
Isiqephu soku1
Kusemini selithe ukuqina qina ilanga, uNomawethu uxoxa nonina uNobesuthu.
Nomah: mama wathula nje ngendaba yami noVelile.
Nobesuthu: ufuna ngithin mantanami ngoba phela uvelile uqonywe udadewethu u*iphozonke.
Nomah: kumele kubekhona okwenzakalayo, angeke ngidlale u*ipho, leyandoda eyami.
Nobesuthu:(emangele) Noma usuqale nini ukumthanda uVelile?
Nomah: mama Kade ngamthanda uVeli.
Limdide leli uNobesuthu phela wazi kahle uNomah wayengamfuni uVeli.
Nobesuthu: uVeli umthanda ngoba esenemali, engani wawunqabile ngithi ngiyanihlanganisa.
Nomah: mama uVeli owami kwaphela.
Bathe besaxoxa kuqhamuke u*ipho engani ubesaye ngasedolobheni eyocoshacosha okuncane.
Zipho: sanibonani
Nobesuthu: yebo mntanami, uhambe kahle kodwa?
Zipho: yebo mama ngihambe kahle konke obungithume Kona ngikutholile.
Nobesuthu: kuhle mntanami
Zipho athi uyangena endlini udadewabo uthe njo ezinhlavini zamehlo.
Zipho: hawu dadewethu wangibuka kanjena ngenzeni?
Athule nje uNomah angaphenduli
Zipho: oh sengicishe ngakhohlwe uthe uSizwe ngibulise.
Aqhubeke nokuthula kwakhe uNomah. Abone ukuthi ayingangaye u*ipho, angene endlini ahlele kahle izimpahla afika nazo.
Isiqephu sesi2 siyeza
Ngixolele dadewethu✍️
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the public figure
Telephone
Website
Address
Fort Worth, TX
Main Street
Fort Worth
Offical Page of Fort Worth, TX singer/songwriter Bobby Duncan. www.bobbyduncanmusic.com
Fort Worth, 76126
The little country rock band from College Station. New solo music by Wes out now!
PO Box 163555
Fort Worth, 76161
The New Sound Is Family (AKA The Howell’s) is Michael, Sherrie, Sarah, and John Michael Howell — a fa
Fort Worth
Seamonkey smells good, but his insides are as rotten as Casey Anthony's car trunk.
Fort Worth
Jackie is a singer/songwriter and roster artist with Incubator Creative Group. She performs Christia
Fort Worth, 76107
Rock/Pop wrapped in rich orchestral and choral arrangements and production.
Fort Worth, 76008,76028,76036,76101-76124,76126-76127,76130-76137,76140,76147-76148,
*Band mates JIM ASHWORTH and BRYAN FREEZE formed Dr. Wu’ in 2002 after growing up and playing in v
Fort Worth, NOT-APPLICABLE
ASHMORE is a rock and roll powerhouse...a vinyl-era throwback to the heyday of classic rock.
3608 Park Lake Drive
Fort Worth, 76133
Dondoko Taiko is a Fort Worth based, Japanese drumming group. We are available for events throughou