SpheChle Shoba

Umbhantshi udliwa yinhliziyo

12/08/2022

Today isgcawu sokuqala Siyaqhubeka umsebenzi ongbambayo ukut ngibhale

07/08/2022

Umbhantshi uDliwa yinhliziyo kuma Noveli esizulu ngithola ubuchule nobuncwenti ngoku Cikoza kwabakobi to day sithola ubudlelwano bensizwa nentombi buzanyazanyiswa izivunguvungu ezibavukele besendleleni yothando

Isihloko :Isiyogcagcela eshokeni layo.

Buy :Sphesihle Shoba .

Kusekuseni ilanga liwohloza amazolo neminkenenezo yezinyoni zijablela ujuphuma kwenhlamvu yelanga .
Kungasebibeni lofenisi emfuleni emadidima lapho kufese khona insizwa igama layo uNdukuzempi obange lapha uzoshela intombi yskwa Ndlovu igama layo NguHlobsile .isiqhamukile lentombi aqale ukukhuzela .
uNdukuzempi:Gegelage ntaba zyamgegela ayikho intombi yaqoma inyamazana Sikhona dudlu madolo kanyoko angithuki wena ngithuka uthando ,,(Usehlahle amehlo uHlobsile useyabanda luvalo phela wethukile yena uziphathele imbiza nje yamanzi bheka ubehamba eziculela nje amaculo phela uyigagu nasemidlalweni nje uyaziqambela anaculo Hlobi:zonki zizw'Zophelela hham ''ehha" hham ,"ehha( iculo abelicula UHlobsile belidonsa nozakude ngendlebe phela linephimbo elihle leli tshisthi okubi ukuthi ay limisile nje ziningi cishe eshumini izinsizwa esezike zatheleka ukushela lentombi .uyakhuzela uNdukuzempi uyayaluza uyalenale aqede alandele uHlobsile ngemumva kulibangana ukuduka ngakulelibiba lofenisi uya eMthinjeni la eyokha khona amanzi .
uNdukuzempi: Nkosazana enhle enhlophe ngingumfokazana nje ongelutho kodwa ngize la kuwe ngikhangwe ubuhle bakho nokufisake ukuvusa umuzi kaba kodwa anginawo amandla ngizoylahla kuwe ukuze uyokwazi ukungilekelela .nakhu sengikhohlwa ukuzichaza nkosazana okukhomba khona ubuhle bakho bungididile .(isiqale ngokuzibika lensizwa kodwa ibikhuluma yodwa nje iwhayela ngoba bebengaka phendulani no Hlobsilile sebefikisane bobabili emthonjeni zimile insizwa zyamemeza phuzuphume ndoda lapho uNdukuzempi akazinakile ngoba induku uyayshayela ngakubo ayikho insizwa emiselana naye sebaze bacela ukumbeka induna yezinsizwa cha wenqabo ngoba usebenzela kude le eGoli .uHlobsile uyakhelela imbiza yakhe .

01/08/2022

Amanoveli ami azo shicilelwa kubathandi bawo bazowafunda kuleli khasi

Want your business to be the top-listed Food & Beverage Service in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Address


0795102368
Durban
ESHOWE
Other Food & Grocery in Durban (show all)
Ehostela Ehostela
E Mooi Rive
Durban

Aphiwe Aphiwe
Durban

Okkk

Omakhi abadala endimeni Omakhi abadala endimeni
Izindlu
Durban

0635740092 WhatsApp or call Umakhi wezindlu Lona ALL AROUND KZN EC

Killer kau Killer kau
268
Durban

Abena thiey Abena thiey
TELAWAYEKA STORE
Durban, �

Bbe Bbe
Durban, 3325

My Mtn My Mtn
Durban, 1879

A z I p h e A z I p h e
Eshowe
Durban

Fonkiey Fonkiey
Durban, 5455

I feel like I have to go to the store

Alwanderh gamede Alwanderh gamede
Po Box 72 Mkhuze
Durban, 3965