Imbongi the poet

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Imbongi the poet, Library, Po Box0, Durban.

02/02/2021

🖤 🖤

Ngithe ake ngibongel lentombi eyakuzalayo ngokuba khona kwayo lapha emhlabeni eyidlalile indima yayo ngokuba khona kwakho

Mama ngithanda ukubonga ngothando ongiph lona nanokungikhulisa ngize ngibe mngaka nanokungibekezelele kwakho izinyanga eziyishangalolunye wehla wenyuka nami ngikulesi esakho isisu kwaz kwafika ukutheni ngizalwe 🍼 wangibonisa uthando ngifisa wazi ukuthi kuleyami nhliziyo akekho obalulekile ukudlula wena futhi
ngikuthanda into engenakuchazeka

Ngiyaziqhenya ngawe mzali wami ngisezinhlelweni zokuthi ngihlele usuku lokubonga kwami ngongenzele khona ngokuba khona kwakho emhlabeni ngokuthi nami ngibe khona kulomhlaba uhlale wazi ngiyozikhandla ngisebenze kanzima ngikugcine uhlezi ujabulile uziqhenye ngami

Noma kuthiwa ubhekene nasiphi isimo ngiyohlezi ngikhona nanoma kuthiwa usuwufulathele umhlaba angisoze ngakukhohlwa ngiyokuthanda kunjalo mama ufana nayonke into lapha kimi ngiyazi nawe awusoze wangilahla njengoba nami ngingeke ngakulahla uyazi ngifekelwa izinyembezi zenjabulo kuthi angikhihle isililo sika nandi yingakh ngizoma lapha ebese ngikutshela ukuthi u are the most important mommy in this world all over the world 😘😍🤩😊

I love you mommy 💖💞💝💘❤️💓💕❣️💣💥✨🔥

27/01/2021

💖💞

Ngangimuthanda naye wayengithanda sasithandana kamnandi sobabili kungakafiki abanye abantu othandweni lwethu ukuqala ukufika kwabanye abantu phakathi kwethu ilapho okwaqala kwajika izinto sihlezi sixabana ngingaliboni iphutha lami

Ngiyakukhumbula my yonke into wangishiya nesikhala esikhulu enhlizweni yami esingeke sanela omunye umuntu ngaphandle kwakho ngiyathemba uyakwazi ukubaluleka kwakho kimi akekho osengathatha indawo yakho futhi akekho oyoqeda uthando lwami ngawe

Themba lami uze ukhumbule lapho ophuma khona uma sebedlalile ngawe bakuziswa ubuhlungu mina ngiyofika ngizithobe lezinhlungu vele umuntu ufunda ephutheni lakhe ngiyathemba nawe uyolibona iphutha ngokushiya mina

Ngangikwethemba Themba lami kodwa kuyashiwo ungamuthembi umuntu mina ngangincamela ukuthemba wena kunetshe wayiphula inhliziyo yami ukube iyabonakala ngabe uyabubona lobu buhlungu engibuzwayo inhliziyo yami

Tshela mina thembalami isono sami esakwenza wangishiya ngalendlela ongishiye ngayo wagijimela abenezimonto abenezimonto abanathando bafuna lokhu okunakho okungasese mase bekutholile bakushiye kanjalo bengasaba nandaba nawe begcine sebekubeke isandla ube ushiye umuntu onendaba nawe ngoba yena engenamonto engeyilutho obengakufela makufanele akufele ngikhuluma ngomuntu obengakwenzela noma yini okufanele akwenzele yona
Ngiyacela darliir wamii othandwayo ubuyele kimii🤩😍

Want your organization to be the top-listed Government Service in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Po Box0
Durban
4440
Other Libraries in Durban (show all)
Sibi malesela Sibi malesela
11346
Durban, 1346

Enigma Tales Unveiling Worlds of Imagination Enigma Tales Unveiling Worlds of Imagination
Durban City
Durban, 4000

The page aims to uncover and reveal imaginative worlds through the narratives it shares to readers.

Lwandile page Lwandile page
Kwazibuyisele
Durban, GWEDEMA

Girls live Girls live
Durban, 4000

Girls library

Free pagy Free pagy
45890
Durban, 33256

Lesson in life Lesson in life
Nsimbini
Durban, @SMILOZIP.COM

Jood digital library Jood digital library
8 Heswall Road, Musgrave, Berea
Durban

Master KZN Master KZN
SMAKAHLE MYEza Road
Durban

INkosi izosibusisa okungenzeki kuzokwenzeka

Aphiwer Thandoh Khalishwayoeh Aphiwer Thandoh Khalishwayoeh
177
Durban, 10201020

Realize you mistake Realize you mistake
Sehlabeng Sa Thuhathe
Durban, 57974007