Umthombo Wesithunywa

A traditional Prophet born and raised in mtubatuba. Sitholisa imisebenzi sikhuphula ama business

Umthandazi wamanzi othwase ngamaphupho waphothula ngamanzi.syalapha sichaza ama phupho sikhuphula ithunywa evaliwe Syathwasisa .

09/09/2024

Sanbonani uyazi ukuthi ukuzalwa wembethwe kuhlukene kaningi ukhona Ozalwa engakhavwang umhlwehlwe kodwa ephume embeth amakhehla ethezalwa nje sekukhona ugogo noma ikhehla elihlelikuye nesthunywa lapho kuyayekube umzali othathimbuzi eyemsamo eyokhulum esho ukuthi ngiyanibona kulengan ngicel ukunemukel noma ngicelaniyilinde ingane ikhule ukusholokho engakabibikho umelaphi olungisela ingane izinto amakhehla ayazikhulumel eythumewona lengan

05/09/2024

Eythunywen ngiyabingelel awgqume ngobisi olungamanzi ufake umcako uphosimalemhlophe phakathi ukhuleke lapho phakathii izinsuku ezintathu imali mawqeda ungathengangay nom ithenge ingan sondelanike nedlule NGO amen monk umusa uzonikhanyisel

05/09/2024

Akesbuyel emasiswen kudala umnumzane mezele amantombazan wayebamba imbuzi eyongena emsamo acelel amantombazan umendo mengabatholi abakhwenyan ubabawam wangitshen ukuthi kwakwenzeka ngemnpel umendo uqhamuke ngoba kugana kuynhoahl esuka ethongwen nakujehova namanje mawbon kungalungi awucele beyokhuleka emsamo ngesilwan kuzolung

04/09/2024

Amathuna akini laphokwalalakhon abakin awuwazi kodwa abathakathi bayawazi futhi Wena awuyikuwona abathakathi bayaya kuwona mabeyoloyawen lokukholwakwen kuzekweqe kunganibhayizisi isintu syohlale siyisintu nje asguquku umkhuluwakho awmaziwalalaph nogogo abanye en umuziwakin mawfaka ithongolakin umesangwen nalabelaphi abafosayo besuthi uqedil πŸ˜†πŸ˜†πŸ˜†πŸ˜†πŸ€”

03/09/2024

Yin eyenza idlozilakho lingafezeki Kahle kubuye imnpendul uyalaziyin okuylona elikuphethe ngoba mawlungisa elingakuphethe ngekulungi en abanye abantu bashawa yilento yokungabongi emsamo bayacelakuphel. Nje

01/09/2024

Uyileyin esontwen namhlanje ngobakubalulekil lokho mawumuntu nom ungumthandaz

31/08/2024

Sanbonani uyazi ukuthi uthandane ngomuntu wen unesphiwo sabadala besekuvaleka yonke unhlahl yakho ungaphumeleli ngenxayakhe engakuloyanga nje kungenxa yokubcolakwakhe ehambelal nabantu abanamashwa ukulal kuningi okuvala izinto unele uhlukanenaye uphumelel abanye bakhiphizisu abanye bayabulal abanye baneylwan konkelokho kuynking

30/08/2024

Wen owelaphau akengikucobelel Kancane ungabokwenza ukuthi uthenge isiwasho estolo bese usiflulisa sinjalo Nje sides kumuntu NGOba sisuke sinamandla omunye umungu ongamazi ubojwayela ukusthaka usxubenezinye besuyamkhelake umuntu kuze sibenamandl ethongolakho en okunyek uboykhandel nawe isiwasho ungalokhu uthenganjalo angibonge

29/08/2024

Ekhaya mawbon ushintshi ukhona ubogaya amahewu asekhay uhluze uchithe izinsipho egceken abanye bathi amavovo kungabinssizatho nje ubekukhamba emsamo kusemqokalokho ungazulinde kubenomsebenzi cha Gaya nje kungonakele lutho angithi kudala bekuthi mawzohlakaza indlu ekhaya ugaye ubike noma ifulelwa kugaye nomakuhamb ingane iyakwelinyizwe kugaye ukhamba nje olulodwa azibuyel emasiswen ayephilisa

28/08/2024

Yin eyakucasula ekuthwasen kwenzakalan mawabanephuth naw usho makwaba ugobel usho bazozwa mawajola usho πŸ˜†πŸ˜†

27/08/2024

Entaben awenzel iladi amakhehl nezalukazi wosenenkukhu uphathe utshwal nogologo kokunye akengith phathakonke okweladi nje uyohlambulul abafela eyntaben ulande nesthunywa sentaba konke kudlelwaphezulu mekusale inyama uyshiyekhona Nina kuningi eningakwaz awsondel wen ovalekelwe umsebenzi wethongo uyobuzake okunye ongakwazi Len eyasebedle amagobongo kwama basebenza kwam phuthumake syavula LAN mawsuka wehlelemfulen

25/08/2024

Kunemnfihlo abantu abaningi abangayazi eyokuthi Uma izintoziphamben ekhaya uyakwazi ukuyokwenza iladi emfulen nomayimuphi noma entaben noma ehlane kodwa kakhulukakhulu balunga emfulen ohambayo nasolwandl aligeji iladi lakhona liyalung

23/08/2024

Isthombesakho ufakezoku thandaza izevatho amen nisakhulekakodwa

22/08/2024

Ibhakede elimhloph 10 lit ikhandlel elimhloph eliyelo isnemnfu ebhakeden thelamanzi egcwale ulayitha izibani uthele lesnemnvu phansi uyakhuleka njalo ntambam nasekusen kakhulu izinsuku eziw 7 mawqeda kuthandaza khulum ucelidlozi lakho elikubhekil likuhole kukhokonk ngiyacel kwabazokwenz bayoxoxa Kuma comment ngabakubonil

22/08/2024

Into edala sihlale siyogezwa njalo yingoba abathakathi mabesthakath bayagezanabo bebizethin manje sincolanjalo

15/08/2024

Awvuke ekusen uyobutha izibizolwandl nenyang yezangom lokhu okumhloph okuphum olwandl besekuba amakhotham omuziwakin nezibi zendlela ngizochaza ukuthi wenzan ngalento Wena ongasaxhumani nedlozi lakho wen owathwetshulelw idlozi wen owavalwa buyalan Kwa inbox nom ufone uchaze kodwa ngizonichazel mawsukuqoqil lokho awqaluchazek ukuthj kwenzakalan kuwen

15/08/2024

Mawkhuphula isthunywa kubalulekil ukuqalewazi ngaso nokuthi sihamba naliphi idlozi ngoba ningofakazibam ukuthi noma unesthunywa kodwa emaphushen uphupha idlozi lasekhakomam noma elakin ngicela bonkelaba abangazi ukuthi elakuphi idlozi elikuthuma izinto ungalindakuqal uzewazi ithongo elikuphethe ukuthi elakuphi ungajahi ukudla amagobongo ngoba aziphamban wen uphakamise abasekhakomam Kanti isalukazi esizalubabawakh nom esiwkhokh nom esingakuva yabokhona ngekesikubalekel ukuthi imnvamisa umuntu uphathwa abakwamalum kodwa kuyenzek Kube nabanye kuyem yingakho kungapheli ukulungisa nokuhlaba akuphel ningadlali ogobele bafethu

14/08/2024

Ekhaya makufe umuntu ngengozi niyalivala inxeba ngosukulokumfihl mesekudluliskhashan hlambe inyangΓ  nom ngaphezulu nitholimbuzo nivale lowomkhokha ekhaya ukuthi akungaphinde kubekhona oyongambangengozi laykhay besekubaw ukuthi mekukhonafuthi ohambe ehlinziwe noma enqunywe iphathi ethile yomzimba iyavalwaleyo ngoba iwumkhokha kuyohlalekuhamb abantu benelebehlinzwe noma befesebenqunyiwe kuyishwa lokho

13/08/2024

Nibhasobhe kunabantu abamosha igamalal baqolabantu becelimalingam mina angifakelwa imali estolo uzakim laykhay sihlalephansi ngikubhekele izinto ezizokusisa ngikunikeze zona uyoqhubekanemnpilo kune group engayenza ebhalwe umthombo westhunywa leyo group sengayiyeka ningangen kuyona kodwa isenesthombesam ngifake umnazareth omhlophe ngimile kuwona izinto ezipostwakhon phuman kuyona eyam ileli pages njengamanje bafethu ngiyaxolisa kwasebakebawolwa

11/08/2024

Edlozin kuyaxoliswa mawbona kukhonalapho oshayisekhon uzehlise uythobe akwenzeki bengabon ukuphambukakwakho yingakho kwesinye iskhathi uphahle kungalungi ngenxa yokuthu ufona okuzakuwen njalo kodwa mawbhedile uyathula ungaxolisi

10/08/2024

Mawdinga imbiza kashukel ungithinte syakuposel mawukude mawseduzane uzoylanda emtuba enkodibe ngishongabe usujavalomjovo wakhona noma udlamaphilisi kodwalan ngiyagaranta 0761077453

04/08/2024

Sanbonani nonke kulomuzi Kazi uyileyin esontwen awthathenasi iswasho amaqanda anaboli ubisi olukhulu umcako umlotha wamandiya ufaka ispunu somcako obisin nespun somcako bese uyakugcoba umzimbawonke lokho bese ugeza ngamanzi emnvula noma owomfula ohambayo lokho akunanking nasendlin uyageza sikhipha leschith nethunzi kuhlanzeke lesthunywa mawzokwenza awuthi amen kuzosebenz

02/08/2024

Idlozi elinhezwa lutho noma uphahla ukhulum nalo lelothongo lisukelavalwa laniflathel ekhaya kumel uyesdulin uyophalazel khona bese uyemfulen ohambayo uyophahlakhona ulivule mawqeda khanalamanzi alowomful uyenawo ekhay ucaphuna inhlabathi yaphakathi negceke nenhlabathi yeymnpambano zendlela uyohlanganisa nenhlabathi yekhay uthele lamanzalomful ugqume abanye bathi ukufuth ngiyabonga maw fun Mo fonakelan 0761077453) 0638007412

01/08/2024

Emnpilwen ungavum iphupholakho lingafezeki qhubeka uzam ungahlaliphansi ulinde idlozi ngobasonkelaph akekho owathi yena ufisa ukulaphabantu umoya uyaskhetha nje Thina singawkhethanga kodwa usengakwenza lokho owawukufisa ngemva kokulungisela abadala okwab awdlule NGO amen uthathe lesbusiso

31/07/2024

Waxakwayin ekuthwasen nom wahlulwayin akenixwayise abanye pls nomangabe walengekel kugobel ungafihli khona abasekuthwasen nabasazoyakhon kuze bekuqaphel okwakulimazay

30/07/2024

Okunye akulungiseki ezintwen zikamoya Uma ujola sengathi ungamisa umjolo ulungisa izithunywazakho nedlozi kuqala ngoba uyancolisan umjolo manje isthunywa asehlike endawen esincolile pls ningacasukik ngobasengikhulume ngento eniyithanday kodwa yiqiniso uzothi ulungisil akulungang uyalungisa uyajola ngaph

29/07/2024

Nomangabe useslungwin kuqikelel ukuthi ekhaya hlalehlal ubekhona umlilo ubase ekhay umlotha wasekhay lisebenzakakhulu idlozi ngawo ngishumuntu wasekhay exinwa ukugula uyawgoqoza namanzi abhave aphuze ithongo lisebenza nangento enganakekil Uma ungasaboniswa Kahl uyagqum ngawo

27/07/2024

Namhlanje ithuba likhona awthumel iscelosakho ngizokhuleka nawe ntambam igam nesbongo nescelo okukodwa nje ungashoke ukuthi ucelakuvulek izintozakho angizazimin pls ngicel uybizenge gam intoyfunayo

26/07/2024

Mawungumuntu wemimoy zijwayel ukubalukhun izintozakho kwezothando awjoli ngendlel othandangayo kodwa mawsunomuntu omthandayo kuhle uyophahl emsamo ubuzengaye ukuze ungakhali NGOba libekhona idlozi elibhayzisanayo kodwafuthi liyakutshen mekungeke kubekuhl ubojwayela ukulinda mawfun kungen kwezothando syakhethelwa kuloluhamb

25/07/2024

Manemimoy geza idlozileli okuylona elihamba nesthumywasakho zizokhanya izinto ngoba lizofika emaphushen likutshen okumele ukwenze kuqhubeke imnpilo bese uyalihloniph akajoli umuntu ombethwe abadala bayancola

Want your practice to be the top-listed Clinic in Mtubatuba?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Videos (show all)

Elami engikgonzakulona ibandl

Category

Telephone

Website

Address


Mtubatuba
3935

Opening Hours

Monday 06:00 - 19:00
Tuesday 06:00 - 19:00
Wednesday 06:00 - 19:00
Thursday 06:00 - 19:00
Friday 06:00 - 19:00
Sunday 06:00 - 22:00
Other Medical & Health in Mtubatuba (show all)
African aloe juice   lethimpilo herbal mixture African aloe juice lethimpilo herbal mixture
517 Mtubatuba 3935
Mtubatuba, 8485

Nozipho woman's Clinic 0607198292 Nozipho woman's Clinic 0607198292
Mtubatuba
Mtubatuba, 3935

Empangeni, Richard's Bay MTUBATUBA ESIKHAWINI ESHOWE do whup 0607198292 you will get help same day women's Clinic

Mama lethu clinic Mama lethu clinic
Mtubatuba

Suzie Heath care Suzie Heath care
Mtubatuba, Kwazulu Natal
Mtubatuba, 3935

Abahle mft Abahle mft
Nkodibe
Mtubatuba

Ungcweti herbal health enterprise pty Ltd Ungcweti herbal health enterprise pty Ltd
Khululeka Village Dukuduku
Mtubatuba, 0027

ikhemisi lesintu herbal health pharmacy

Maama Maama
Mtubatuba, Kwazulu Natal
Mtubatuba, 3935

Mary women's clinic Mtuba 0796441594 Mary women's clinic Mtuba 0796441594
Mtubatuba, 3935

We do women's health care miseed period unplanned pregnancy just do whtup 0796441594

Mashundula MD Mashundula MD
Millon Street
Mtubatuba

I Shundulist elaziwa ngoMashundula.I Cruger Lakwa Magaye!!

Bhubesi Emergency Medical Services Bhubesi Emergency Medical Services
Riverview
Mtubatuba, 3935

Mtubatuba 0659971337/ 0837655338 Abortion Clinic in Jozini, Mbazwana, Mkuze Mtubatuba 0659971337/ 0837655338 Abortion Clinic in Jozini, Mbazwana, Mkuze
Mtubatuba, Kwazulu Natal
Mtubatuba, 3935

Mtubatuba 0659971337 / 0837655338 Abortion Clinic in Jozini, Mkuze, Find the best abortion clinics i