St. John Eye Care Pmb
St. John is the oldest Non-profit Organisation in the world.
John Eye Care is dedicated to improving the health, safety and quality of life of all people through the provision of comprehensive eye care.
As we take our final bow, we would like to extend our most heartfelt gratitude to everyone who supported us. Thank you!🖤💛
Njengoba sesivalelisa okokugcina, sithanda ukudlulisa ukubonga kuwowonke umuntu osixhasile. Siyabonga kakhulu🖤💛
There's something for everybody- Young, old, and everyone in between. Contact us for more information!
Kukhona okuthile kwawo wonke umuntu- Abancane, abadala, nabo bonke abaphakathi. Xhumana nathi ukuze uthole ulwazi olwengeziwe!
Look at that smile!!😄
A heart warming moment is shared between our resident optometrist Sanchia Jogessar and one of the children as she receives her glasses during the Ster Kinekor Vision Mision collaboration with St. John Eye Care held at Watercrest Mall. Sinakhokonke Majola was part of the group of children who had been waiting for quite some time for their glasses. Finally the day had come to re-introduce her to the world with clearer and brighter vision.
Teamwork has truly made the dream work
🖤💛🖤
Zifudumele inhliziyo uma sibona udokotela wamehlo efaka ingane izibuko zayo ekudala yazilangazelela kulolusuko lwe Visison Mision yeSter Kinekor. uSinakhokonke usezowbona kahle umhlaba esenamehlo akhe amasha abona kangcono.
Ukubambisana kuyawafeza ngempela amaphupho.
75% of vision impairment is preventable. St. John worked together with Ster-Kinekor to help deserving underprivileged children receive the gift of sight.🖤💛
u75% wezigulo zamehlo ziyalapheka futhi ziyavimbeleka. iSt. John ne Ster-Kinekor babambisene ukuletha isipho sokubona kahle ezinganeni ebezikudinga kakhulu🖤💛
Video credits: Kieran Stevenson See Upper Highway See Upper Highway
When we work together, we make MAGIC!🤩
The 25th March 2022 marked the culmination of a project that was months in the making. These awesome sponsors joined forces to make sure that deserving children who were in need of glasses, got the clearer vision they longed for, as well as a super fun movie day with goodies to top it all off.
We'd like to extend a big thank you to Navaho Spur Steak Ranch for their stellar work on putting this project together.
Uma sisebenza ndawonye, senza ezibukwayo!🤩
Umhlaka 25 March 2025 waphawula umvuthwandaba wephrojekthi okwase kuyizinyanga yenziwa. Laba baxhasi abamangalisayo bahlanganyele ukuze baqinisekise ukuthi izingane ezifanelekayo ebezidinga izibuko, zitholaezizobabonisa ngokucacile ebeziwulangazelela, kanye nosuku lwefilimu olujabulisayo olufike noncamnce ngaphezulu.
Sithanda ukudlulisa ukubonga okukhulu ku Navaho Spur Steak Ranch ngokubambisana ngokuzikhandla ekuhlanganiseni lomsebenzi.
Don't miss out on this one! Our resident optometrist will be on SAfmRadio tonight between 21h25 and 21h45 in conversation with Songezo Macebe. Here, they will be chatting about the world of optometry, eyecare and our most recent project in collaboration with Ster-Kinekor. Be there or be square!
A celebration of better vision and an improved quality of life! St. John Eye Care in partnership with Ster Kinekor worked together to bring a brighter and clearer vision to children who were in need of it!
An extra special thank you goes out to our awesome sponsors:
price
for making this day a special one for our little champs🤩🖤💛
25 March 2022 saw a spectacular close to World Optometry Week with St. John Eye Care PMB partnering with the Ster-Kinekor Vision Mision team to make and dispense glasses to a group of well deserving kids😎 And the best part of it all? A special movie day at the Ster-Kinekor Cinema at Watercrest Mall!!🤩
Stay tuned. There's more to come!!
Sithe asivale iWorld Optometry Week 2022 ngokubambisana nethimba leSter-Kinekor ukuze senze izibuko zezingane ezizidingayo. Obekukuhle ngapezu konke ukuthi izingane zikwazile ukubukela ifilimu sezifake izibuko zazo ezintsha sha!!
Ster-Kinekor Theatres
Glaucoma Week 2022:
Catch our resident optometrist Sanchia Jogessar talking to Public Eye about the risks of Glaucoma and the importance of good eye health.
For more information or to book an eye test, call 031 730 0240 or visit us at Selgro Centre, Shop 3B, 321 Church Street- PMB.
We have a beautiful selection of vintage sunglass frames. Ask about our sunglass promo! 😎🤩
Sinamafremu amahle ezibuko zelanga! Woza phela uzobuza ngePromo yethu yezibuko zelanga! 😎🤩
It's quality eye care without the heavy price tag. Come on in and see for yourself😄
Ukunakekelwa kwamehlo ngaphandle kwamaxabiso aphezulu. Woza uzozibonela nawe.
Don't miss out on our vintage frame sunglass promotion!!
Unaphuthelwa iphromoshini yethu yezibuko zelanga!!
Did you know?
The macular is the small central portion of your retina which contains light-sensing nerve tissue at the back of your eye. Age related macular degeneration is the leading cause of severe, permanent vision loss in people over the age of 60. This occurs as a result of the macula deteriorating with age.
Uthi bewazi?
I-macular iyindawo encane kwiRetina enezinzwa yokuzwa ukukhanya ngemuva kweso. Ukuwohloka kwe-macular okuhlobene nobudala iyisizathu esihamba phambili sokulahlekelwa ukubona ebantwini abaneminyaka engaphezu kwa60.
Did you know?
IOP is the fluid pressure within the eye. It is controlled by the fine tuned systems within the eye.
While high IOP levels can be associated with Glaucoma, patients who fall into the normal range can also be diagnosed with Glaucoma. A comprehensive eye exam includes measuring IOP.
Visit one of our eye clinics for a comprehensive eye test.
The summer sun can be refreshing but it can also be harsh on your eyes. A good pair of sunglasses will help protect your eyes from the damaging rays of the sun this summer.
So go ahead and get yourself a fresh pair of sunglasses from one of our eye care clinics!
Ilanga lasehlobo limnandi impela kodwa lingawonakalisa amehlo akho. Izibuko zelanga ezinhle zizowakhusela amehlo akho kulomonakalo ongenziwa yilanga kulelihlobo.
Ngakho ke zitholele izibuko zelanga ezintshasha kuwona ama-eye clinic ethu. Ungaphuthelwa!
Fun in the sun!
The summer sun can be refreshing but it can also be harsh on your eyes. A good pair of sunglasses will help protect your eyes from the damaging rays of the sun.
Remember to protect your eyes and pack those sunglasses for the summer holidays.
Injabulo yaseHlobo!
Ilanga lasehlobo limnandi impela kodwa lingawalimaza amehlo. Izibuko zelanga zingasiza ukuvikela ukulimala kwamehlo.
Khumbula ukufaka izibuko zakho zelanga kulamaholidi wehlobo.
Healthy Sight In Every Bite.
While the majority of people are aware that carrots are good for your eyes, many do not know that unhealthy eating habits can exacerbate eye related diseases.
Eating a varied diet that includes lots of fruits , vegetables and lean proteins is enough to ensure that you get the right nutrients for your eye health.
Ukudla Okuphilisayo Namehlo Akho
Iningi labantu liyazi ukuthi isaqathe (ucarrot) sihle emehlweni, kodwa abanye abantu abazi ukuthi ukudla ukudla okungenampilo futhi nakho kungadala izinkinga emehlweni.
Ukudla ukudla okunempilo futhi okunomso njenga nezithelo nemifino kanye nenyama engenamafutha kungenza ukuthi amehlo akho ahlale enempilo.
Did you know?
Having diabetes significantly increases your risk of glaucoma. Glaucoma is increased pressure in your eyes which can cause damage to the optic nerve and lead to blindness.
It is important for diabetic patients to have routine eye examinations which measure eye pressure and check the health of the optic nerve. Visit one of our optometrists for more information.
Uthi Bewazi?
Ukuba nesifo sashukela kuyakubeka encupheni yokuthola isifo i-Glaucoma. i-Glaucoma isimo sokwanda kwengcindezi ngaphakathi kwenhlamvu yeso, okubangela ukulahlekelwa ukubona kancane kancane. Kubalulekile ukuthi umuntu onesifo sasukela uyahlola njalo amehlo akhe. Vakashela udokotela wakho wamehlo ukuze uthole ulwazi ngalokhu.
Did you know?
Diabetes is one of the key factors that result in the development of cataracts. Cataracts are opacifications of the lens of the eye which can lead to cloudy or blurred vision.
It is very important to have an eye examination every year for early detection and treatment.
Uthi bewazi?
Isifo sashukela sihamba phambili kwimbangela yeCataract. I-Cataract ukwembozeka kweso okungaholela ekuboneni okunamafu noma okufiphele. Kubalulekile ukuhlola amehlo kanye ngonyaka ukuze kusheshe kubonakle uma kunenkinga futhi kutholakale nkwelashwa.
Did you know?
Uncontrolled diabetes changes the back of your eye (retina). Diabetic Retinopathy is a complication of diabetes which damages your retina. It can cause blindness if left undiagnosed and untreated. If you have diabetes, it is important to check your eyes once a year.
Uthi bewazi?
Isifo sashukela esingalawuleki siyasishintsha isimo sangemuva kwamehlo. iDiabetic retinopathy yenza ihlo lonakale futhi ingabudala ubumpumputhe uma iyekiwe yangalashwa. Uma uzazi ukuthi unesifo sashukela, kubalulekile ukuhlola amehlo kanye ngonyaka.
Did you know?
Lifestyle changes from COVID-19 has created changes to our visual requirements. We spend more time online connecting to work and our loved ones. Visit one of our optometrists to ensure that your eyes are in peak condition to meet the demands from the changes to your lifestyle.
Uthi bewazi?
Ushintsho empilweni zethu ezidalwe yiCOVID-19 selushintshe nendlela amehlo ethu abona ngayo. Manje sichitha isikhathi esiningi sixhumana nokomsebenzi kanye nabomndeni. Vakashele oodokotela bamehlo ukuze uthole usizo lokuqiniseka ukuthi amehlo akho asebenza kahle kulolushintsho lwempilo.
It's World Sight Day!!
Check out this awesome article in where our resident optometrist talks about the importance of checking our eyes regularly.
Namuhla yiWorld Sight Day!
Uzosibona kwiphephandaba iThe Witness lapho udokotela wethu wamehlo ukhuluma ngokubaluleka kokuhlola amehlo njalo.
👁️
Did you know?
October 14th 2021 is World Sight Day! Imagine losing your vision, how would you read this post? Or watch a movie? Or see your loved one's face?
A comprehensive eye test ensures that all aspects of your vision are tested so that you are able to continue to enjoy the things around.
Uthi bewazi?
Umhlaka 14 October 2021 yiLanga Lokubona (World Sight Day). Uyacabanga ukungakwazi ukubona? Ungakwazi ukufunda, noma ukubukela amafilimu, noma ukungawazi ukubona abantu obathandayo?
Ukuhlola kwamehlo kwenza isiqiniseko sokuthi zonke izici zokubona kuyahlolwa ngokuphelele ukuze ukwazi ukuyibona kahle yonkinto.
October 2021 commemorates Eye Care Awareness Month and World Sight Day. This year we want you to . Visit one of our optometrists to learn how you can prevent eye disease, protect your eyes, preserve your vision and prioritise your eye health
Inyanga kaOctober eyokugubha iEye Care Awareness Month neWorld Sight Day. Kulonyaka sikucela ukuthi uthande amehlo akho . Lapho ke uvikela izigulo zamehlo, ukhusele amehlo akho, uwagcine kahle amehlo akho, uwanakekele.
Did you know?
Strabisbus, the inability of the eyes to look at the same place at the same time, usually occurs in people who have poor muscle control or are very farsighted.
Uthi bewazi?
Ukuthi istrabismus isimo lapho amehlo engakwazi ukubuka indawo eyodwa ngesikhathi esisodwa futhi ithinta abnantu abenemisipha yamehlo engalawuleki.
This Eye Care Awareness Month we are reminded about the importance of maintaining healthy eyes. We hope you have got your hands on a copy of the Public eye to read more about us.
Kulenyanga ye-Eye Care Awareness siyakhunjuzwa ukubaluleka kwamehlo anempilo. Siyathemba ukuthi uzitholele elakho iphephandaba iPublic Eye ukuze ufunde kabanzi ngathi.
The St. John heritage includes eye care services in South Africa for over 70 years.
Umlando nefa weSt John kufaka ukunakekela amehlo abantu Eningizimu Afrika iminyaka engu70.
💛🖤🤍
# heritagemonth # #
We hope you have had a look at the 'Focus on eyes' piece in the Mercury today. Come on in and check out our special on a stunning range of sunglasses!
Siyethemba ukuthi usibonile sivele kwiphephandaba iMercury ithi 'Focus on Eyes' namuhla. Woza phela nawe uzobona izibuko zethu zelanga ngamanani aphansi.
💛🖤😎
Did you know?
Age sometimes brings changes that can weaken your vision and your eyes.
Uthi bewazi?
Ubudala kuyabanomthelela ekuboneni kahle komuntu.
Did you know?
The discomfort and vision problems you experience when viewing digital screens for extended periods is called Computer Vision Syndrome.
Uthi bewazi?
Ukungakhululeki nokungaboni kahle uma ubuke umabonakuke, iselula noma iComputer iskhathi eside kubizwa ngeComputer Vision Syndrome.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Videos (show all)
Category
Contact the practice
Telephone
Website
Address
361 Church Street
Pietermaritzburg
3201
Opening Hours
Monday | 08:30 - 16:30 |
Tuesday | 08:30 - 16:30 |
Wednesday | 08:30 - 16:30 |
Thursday | 08:30 - 16:30 |
Friday | 08:30 - 16:30 |
Saturday | 08:00 - 12:00 |
Shop 13, Woodburn Shopping Centre
Pietermaritzburg, 3201
Our experienced optometrists and optical staff are always happy to see you at Spec-Savers. Visit our store to discuss your eye care needs, try on our collection of spectacles and s...
26 Manchester Road, Shop 5 Moosa's Square
Pietermaritzburg, 3201
�Spectacles �Contact lenses �Drivers screening & more
Pietermaritzburg, <
Moffatt Optical Eyecare Group Pietermaritzburg
581 Chota Motala Road
Pietermaritzburg
The Spec Shop is your go-to place in Pietermaritzburg for eye care.
376 Burger Street
Pietermaritzburg, 3201
Vikash Srikewal Optometrists specializes in eye and vision care. Special interests in patients with c
Shop 70, Liberty Midlands Development
Pietermaritzburg, 3201
Our experienced optometrists and optical staff are always happy to see you at Spec-Savers. Visit our
171 Chapel Street
Pietermaritzburg, 3200
Find us At📍171 Chapel St Pmb 3201 📞033 015 5126📍Shop 4 Ngubane Centre R33 Msinga 📞 033 493 0084
13 Bombay Road Northdale (Rose Medical Centre)
Pietermaritzburg, 3201
Insight Optics has established its own identity since 2001. We have taken over a long standing practice previously known as Torga Optical
Medicross Hayfields Mall, 28 Blackburrow Road, Hayfields
Pietermaritzburg, 3201
Our experienced optometrists and optical staff are always happy to see you at Spec-Savers. Visit our store to discuss your eye care needs, try on our collection of spectacles and s...
SHOP 29 SCOTTSVILLE MALL, ALAN PATON Road, DURBAN ROAD, SCOTTSVILLE
Pietermaritzburg, 3201